Ndlovu | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Ndlovu

Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!

Ndlovu clan names, Ndlovu clan praises, izithakazelo zakwa Ndlovu, gatsheni clan names, gatsheni clan praises, Ndlovu boyabenyathi, Ndlovu clan history, Ndlovu clan

Previous

Mtimande

Next

Ndwandwe

42 Comments

  1. thanks a lot but bengicela uthi ukwenaba kancane ngathi kukhona okushodayo…ngathi ku nontolwane,bhejobomvu angaz bangena kanjani help me

  2. YITHI LABO KE!!!!

  3. Yithi labo omagatsheni aww

  4. YITHINAKE LABO OMPONGO ABAKHULU!!!!

  5. Bandla, o Ndlovu bahlukene kakhulu ngenxa yobukhulu besizwe. Kukhona O Ndlovu, abesuthu bezidwedwe ezibomvu, kanye no Ndlovu ondlangamandla. yisizwe esisodwa kodwa ngokuhamba kwesikhathi nokwanda kwamaqhawe akwaNdlovu kuyenezezelwa ezithakazelweni kanti futhi ngenxa yesidingo sokucacisa imvelaphi yomndeni bese kufakelwa amagama obabamkhulu ukuze kucace igatsha umuntu azalwa kulo. lokho akusho ukuthi usuwuNdlovu ohlukile ngoba sonke singabakwa Gatsheni

  6. yes i agree no lilo ungena kanjani uMadubaduba,nabo bathi abakwaNdlovu

  7. ngicela ezakwa Madubaduba

  8. Awu yithi labo siyabonga mina bengayazi yonke lento ngazi kuthi Gatsheni boya obenyathi qha ngihlekwa njalo

  9. Yithi labo oNgonyama. Ngibathandani, bangenza umuntu ebantwini.

  10. Ngike ngizwe abanye abantu bethi bona NKOMO ZIDL'KHAYA ngok'swela abelusi,ithini into kaZingelwayo akenicacise bafowethu

  11. kunjalo gatsheni

  12. Is there a way of presenting the existing branches of Ndlovo's that there exists? I am from Bushbuckridge and I am not even able to write in isiZulu (that is if I come from that branch anyway)but I can read and understand what is written here though.

  13. kule Ndlovu yako Gatsheni, Kule Ndlovu yako Gabula, kube le Ndlovu yako Gegane.

    UGatsheni, Gabula lo Gegani ngumuntu labafowabo.

  14. You should translate the meanings of the names as far as that is possible, so that we that have limited knowledge can also learn what they mean.

  15. Hi Torsten, the Zuluring team appreciates your comment…however, its not possible to translate these names to English or any language in a MEANINGFUL way. Have you noticed that even on TV when someone sings praises, they just write "Singing Praises"- they don't translate. Thank you for your comment. Have a good evening.

  16. Hi hina lava. Va Ndhlovu, Gatsheni eyakwethu eyidlimithi eyandule. Gatsheni.

  17. Yebo Yithi Labo Bafowethu. oGajeni Not oGatsheni.

  18. Clearly u not from the branch buthi yaz…..siyabonga buth

  19. Sikhulu isizwe sako Mthiyane, oMpongo

  20. We have lost our roots.If we can find them we will find ourselves and Prosper

  21. ukuthi oNdlovu woMpongo ngabe lokho kusho ukuthi babe khonze isimame yini?

  22. Akubona bonke oNdlovu oGatsheni …Khona nalaba bako Zimbabwe ,Swaziland…Lesotho nabakwaZulu.mina ngilona wakwaZulu uGatsheni uboya Benyathi

  23. EZimbabwe kulo Gatsheni, Mthombeni and Gegane

  24. UNdlovu nguNdlovu nje bafowethu yithi abako Dimi noDemazane

  25. Sisonke Bhuty lapho.Ndlovu

  26. Ndlov'ezidla ekhaya ngokweswela abelusi

    Mpongo ka zingelwayo

  27. NgiwuNdlovu nami but owuMsuthu, asifski Gatsheni kwiZithakazelo, but ngiwuNdlovu phaqa. This surname is too big

  28. I ndlovu iyodwa bakwethu, we must understand that isithakazelo sichaza imvelaphi yomuntu. Njalo isithakazelo sichaza kakhulu ngabantu abenza umehluko kuleso sibongo langendawo maybe aabahamba bahlala kuzo and also it tells us about the characters of those people.

  29. Please ngicela iythakazelo zoNdlovu(Mthombeni)

  30. Please ngicela iythakazelo zoNdlovu(Mthombeni)

  31. .

  32. Please ngicela iythakazelo zoNdlovu(Mthombeni)

  33. Hello family, Ingabe nabo Olifant no Oliphant kuseyibo na oNdlovu?

  34. This comment has been removed by the author.

  35. Limqotho lelo iNdlovu yinye.

    Yikho phambilini ngibethe ngathi, uMthombeni, Gatsheni, Gabula, Gegana, kungaba ngumuntu labafowabo. Kodwa bonke siyazi ngabakoNdlovu.

  36. Yithi labo

  37. Mthombeni bukembu mthinthi wamahashi ntombi zithombela mlenzeni zinye zithombela mfuleni ndebele tebele ka musi kamhlanga gegane owagega ngemlwmbo phansi kwele ndubazi
    Mbizeli makhandane Mbokwane

  38. Mthombeni uzalwa yinkosi Musi ka Mhlanga kwa Ndebele ezalwa naba Fowabo Masombuka Skhosana Sbindi ngemva kokushona kuka yise behlukana uMthombeni washona ema ema pedin lapho wafika wazala indodana yakhe uGegane okuyimanje kunabo Kekane emapedin wafika wasezibiza ngo Ndlovu ngoba besebenzisa indlovu ekutabeni izingane zabo
    Indlovu zihlukene ningaxhubi umlandu bantu yeyi

  39. Mthombeni uzalwa yinkosi Musi ka Mhlanga kwa Ndebele ezalwa naba Fowabo Masombuka Skhosana Sbindi ngemva kokushona kuka yise behlukana uMthombeni washona ema ema pedin lapho wafika wazala indodana yakhe uGegane okuyimanje kunabo Kekane emapedin wafika wasezibiza ngo Ndlovu ngoba besebenzisa indlovu ekutabeni izingane zabo
    Indlovu zihlukene ningaxhubi umlandu bantu yeyi

  40. Mthombeni bukembu mthinthi wamahashi ntombi zithombela mlenzeni zinye zithombela mfuleni ndebele tebele ka musi kamhlanga gegane owagega ngemlwmbo phansi kwele ndubazi
    Mbizeli makhandane Mbokwane

  41. Bakhona yini abkwaS'bhula? Ngizochza ukuthi ngibani ngelinya ilanga.

  42. I will like to get the information about Bongwe ndlovu history and family in bergville.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: