Nene

Izithakazelo zakwa-Nene

Sthenjwa,
Vezi ,
Nqoyi, Mngadi,
Ngema,Madlokovu,
wena waseNgweni,
Ntusi yenkomo,
Goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala,
wena wasemfule,
Sithuli sasengweni esingasho lutho kumuntu,
Mathanga akahlangani ahlangana uma ebona umyeni,
Mashiya amahle ngathi azoshumayela,
Madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela!

Previous

Ndwandwe

Next

Ngema

19 Comments

  1. musho!!!

  2. Muji!!!

  3. Muji!!!

  4. Bo Sthenjwa!!! Mushoooooooo

  5. Awu dlokovu

  6. Ezase' "SANGWENI" ?

  7. Mathanga akahlangani, ahlangana uma ebona umyeni

  8. Ungabe usamqeda

  9. Ntusi yenkomo

  10. Mashiya amahle ngathi azoshumayela.

    Hawu nalokhu kuyangena kwaNene really?

  11. I like that one

  12. Amashiya akwaNgema…. Awashumayeli kepha wona "ngathi awenyamazane"

  13. Ake silungise lapha:

    Amashiya akwaNgema…. Awashumayeli kepha wona "ngathi awenyamazane"

  14. Haw amashiya amahle ngathi azoshumayela bengazi ukuthy syangena kaNene

  15. Kunjengoba ngisho ke.

  16. Kushumayela awakwa Ngcobo.

  17. cha ngeke u Ngcobo ke amashiya amahle ngathi azoshumayela hhayi thina.

  18. Amathanga awahlangani ahlangana uma ebona umnyeni?

  19. Sthenjwa

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: