Izithakazelo zakwa-Ngema
Mngadi,
Madlokovu,
Ntusi yenkomo,
Nene,
Wena nasentendeni yesandla uyanela,
Muji,
Sthenjwa,
Madlokov’esengweni,
Sabel’uyabizw eNkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kaMalandela,
Sthuli sasengweni!
Ngema clan, Ngema izithakazelo, Ngema clan names – tags
Unknown
Ngema kaMafu, madlokovu, ntusi yenkomo, wena wasengweni, nene, sthenjwa, muji, mashiya, sabela uyabizwa enkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kamalandela, wena waseMfule, goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala, madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela, wena kamanukuza!……..mushoooh!!
Mkhanyiseleni Mngadi
Ntusi, wothi: "Ngema! Muji ka Mafu!"
Unknown
Waze washo kamnandi mfowethu. Isandla seqa ikhanda ngikhuleka Ntusi yenkomoooo!
Unknown
Waze washo kamnandi mfowethu. Isandla seqa ikhanda ngikhuleka Ntusi yenkomoooo!
Unknown
Muji Ka Mafu, Sthenjwa, Madlokovu????
Unknown
Muji kaMafu;Mashiya; Ntusi yenkomo; wena wezingwe nezingonyama; sithuli sasengweni; Madlokovu sabela uyabizwa eNkonjeni; wena kawungakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela; Mngadi. Ibinda!!!!!!!
Unknown
Ntusi yenkomo
Unknown
Ngicela onolwazi ngobukhosi bakwa Ngema/Mngadi. Ngabe bake baba khona? Babukuphi lobukhosi??
IsabelosakwaNene
Babukhona buzinze eMthunzini, eMpangeni buze buyoshaya eMelmoth. Inkosi yokugcina jeans uSigcwelegcwele owayeyinduna yebutho lezinsizwa iNgobamakhosi.njengamanje ubukhosi buphethwe abakwaMzimela ababeyizinduna zakhe phambilini.Sabelo Sithenjwasenkosi Nene, Ondini