Izithakazelo zakwa-Maseko
Ngcamane,
S’dwaba siluthuli,
Mdandulukwane,
Khubonye kaNdlovu,
Ndlovu ezidl’ekhaya ngokweswela abelusi,
Nina bakaKhabangobe kaMaphanga!
Ngcamane,
S’dwaba siluthuli,
Mdandulukwane,
Khubonye kaNdlovu,
Ndlovu ezidl’ekhaya ngokweswela abelusi,
Nina bakaKhabangobe kaMaphanga!
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Unknown
NGCAMANE WA MAFU
Unknown
Let's build this brand of amancamane…we need more izithakazelo
Unknown
I also want to know more about Maseko Ngcamane Khuboni
Unknown
thanx 4 the article. Great work team
Unknown
I can share a video that will help you learn more
Mzwakhe Maseko
Please anyone who knows it all write it for us or sephelele…
Unknown
Please send me the video 0733099183
Unknown
The last time bekwenziwa imicimbi kuhlanganiswe ubuhlobo why don't we di that as Amancamane my greandfather was Nkhwntshi Maseko
Unknown
Anyone onaso siphelele plzz give us…
Unknown
yaz kubhlungu ngampela if izotshelwa umuntu ongamazi ukut kahle kahle wena uyiSwati. coz that what they say to me but bengingazi mina….so please anyway who has answers, akhulume bandla pls
Unknown
I also wanna knw our history as a Maseko
Unknown
KHUBONYE not khuboni
Unknown
Your grad father used to tell us our history don't you remember??
Unknown
I'm also enteresterd to know more about our historical of ngcamane
Unknown
Maseko khubonye mtungwa ncamane umtwana omuhle umtwane nkosi Owaka sigubhu unongobekazi owathwala incema yomsingezane wayirwazula umuntu wakwarwalaza uyarwalezela ubuhlalu obuhle buyarwalazela uma bungarwalazeli buyancampuka umuntu wakwa mabona umabona yinyoka eluhlaza umuntu wakwa maphanga owaphanga izinkomo zamadoda umuntu wakwa maphemba owaphemba umlilo wavutha emanzini owawela umfula ongehlengehle umuntu wakwa khobongwane wakwa ntsele u Maseko ke loyo
Unknown
Maseko khubonye mtungwa ncamane umtwana omuhle umtwane nkosi owakwa sigubhu unongobekazi owathwala incema yomsingezane wayirwazula umuntu wakwarwalaza uyarwalazela ubuhlalu obuhle buyarwalazela uma bungarwalazeli buyancampuka umuntu wakwa mabona umabona yinyoka eluhlaza umuntu wakwa maphanga owaphanga izinkomo zamadoda umuntu wakwa maphemba owaphemba umlilo wavutha emanzini owawela umfula ongehlengehle umuntu wakwa khobongwane wakwa ntsele u Maseko ke loyo

Maseko Khubonye Mntungwa Ngcamane lelihle lase Luhlekweni Matalankhosi nabo Ngwane, Ndlovu tidlekhaya ngekweswela beslusi Mdandulukwane dvwaba silutfuli singabantolo safuna khabo nina…. wena waMgazi. Nsele ndvuna, Khabangobe Maphanga….
Unknown
Emangcamaneni!
I identufy fully with the version of the two unknowns above.This is what we have been tought by our fathers.Swati,yes,we are Swati in origin hence, we say Khubonye waNdlovu ,not kaNdlovu.Wa- is the Swati possessive prefix whreas Ka- is isiZulu.