Mashinini | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mashinini

Cindi,
Mahlaba, Guliwe,
Bembe,
Ntozimandla ogawula amadoda ashiye abafazi,
Madindwa kaSigabela!

Previous

Masango | Izithakazelo

Next

Mashiyane | Izithakazelo

10 Comments

  1. ah.a my famly was not creative, why such a short "Sthakazelo"o"

  2. Mandiana, I would like to know more about the connection between Mahlaba, Cindi and Mashinini. Know any place I can use to dig this info ?

  3. Mashinini
    Guliwe, Bhembe, ntozimandla.
    'nhliziyo ezilishumi, kuthi kungathukuthela eyodwa zithukuthele zonke.
    Sithutha samagabade ngoba sicasulwa ukuthi izinkomo zilime kwamnewabo.

  4. Mashinini
    Guliwe, Bhembe, ntozimandla.
    'nhliziyo ezilishumi, kuthi kungathukuthela eyodwa zithukuthele zonke.
    Sithutha samagabade ngoba sicasulwa ukuthi izinkomo zilime kwamnewabo.

  5. Mashinini
    Guliwe, Bhembe, ntozimandla.
    'nhliziyo ezilishumi, kuthi kungathukuthela eyodwa zithukuthele zonke.
    Sithutha samagabade ngoba sicasulwa ukuthi izinkomo zilime kwamnewabo.

  6. You can add 'S'thuthamagade' kulezithakazelo zakwa Mashinini

  7. Mashinini
    Guliwe, Bhembe, ntozimandla. UJONONOZA OMUHLE NJENGEMFENE

  8. The praise name are inadequate.

  9. Mashinini, Mawela ntozimandla
    Ikhona vele?

  10. Ulibembe lidl'amadoda
    Lishiy'abafazi bencelis'izingane
    Gwalagwala elihle,
    ''Sthuth'amagade,
    Esival'amasango ngamakhand amadoda.

    UMadindwa,
    Abadinda baphelelwa,
    Abase Ntsele nabaseBikazane,
    Baze bezwa ngemikhono ukudinwa.

    Izihhawu,amalakwehlulwa,abalwa behlula.
    Abenkan'enkulu,ababulala umuntu bemhleka,
    Bethi,siwabulele amakhahlambane!

    Abawela ulundi,iTugela,iMpongo ne Mpongozane.
    Ababuhlalu kabuhlangani entanyeni,kube kanti kugog'uMavase buyahlangana.

    Zathwala zawuwuza izishezi nezishezikazi.
    Ithe zingaphesheya,zakhangezana zathi,Yibo labo oSkhabela,
    uMlotshwa,umuntu ka Ntshangase,uGobisa,ugobis isilwane,uGuliwe,uNdaba,uNtozimandla,uNhliziyo zilushumi.
    Bantwana bakhetho,nibahle ukuthwala inconco nomsingizane.
    Guliwe!
    Ntozimandla!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: