Mnguni | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mnguni

Qwabe,
Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!

Previous

Mncwabe | Izithakazelo

Next

Mngwengwe | Izithakazelo

5 Comments

  1. Ndabezitha!
    Angibonge kakhulu ngenomsebenzi wakho, muhle futhi uyancomeka Mageba.
    Ngicela nje mungakwazi Mageba, usivezele Izithakazelo zakwa-Vilakazi.
    Ng'yothokoza kakhulu.
    Kubhale: S'fiso Mnguni.

  2. Ngithand'ukubonga mfowethu ngomsenzi omkhulu owenzayo. Nginescelo, sokuvezelwa izithakazelo zakwaNhlengethwa, ngiyabonga, ngingajabula kakhulu ma ngingasizakala.
    Obhalayo: Lizwilenkosi Mnguni.

  3. Izinhlobo zokudla KwesiNtu noma kwesiZulu

  4. ngiseteni ngesaka Jele shem

  5. Ndabezitha kuyancomeka, mnguni

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: