Izithakazelo zakwa-Nxumalo
Zwide kaLanga,
Ndwandwe, Mkhatshwa,
Okhabangezinde nezimaqhukubezana,
Nkabanhle,
Wena wase Gudunkomo,
Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu,
Nkomo ayihlatshwa , uyothi ungayihlaba yophe amasi njengo mbhelebhele,
Sandla sivikumkhonto njengehawu,
Hlubi,
Sandl’ esimnene,
Somaphunga,
Nonkokhel’abantu bahlatshwe njenge zinkomo!
Mantimbane
This is wow,uyayshaya lento yokho.4rm nkuleh emandeni. [email protected]
mxolisi mkende
yizimpela kodwa zyashoda sothondose mthondwethusi frm mxolisi nxumalo kwanongoma
Unknown
Wazisho ngavukwa usinga kwathi mangigiye. Ngiyaziqhenya ngokuba okwa Nxumalo. From Nana [email protected]
Unknown
mmmmhm kodwa koZwide ngyesaba mina aybo li lil li li li li!!!!!!!!!!!!
Unknown
Oya. Ay ngavesane ngavukelwa wusinga. Yithi oNkokhelabantu
sihle nxumalo
Emxolisi angipha ama details wakho ngathi wena wazi kancono…..
Unknown
ng'dinga ukwazi zonke izithakazelo zakithi ko nxumalo
Unknown
Osdinane samaphisi. Abangaphiswa uthuvi baphiswa zindaba.
Unknown
Aw madoda oSothondose Mthondowethusi sengisho thina oZwide noMasuku
Unknown
Aw madoda oSothondose Mthondowethusi sengisho thina oZwide noMasuku
Unknown
Khona kunjalo kodwa zihlanganisiwe lana, kuhlangene izithakazelo nezibongo zikaZwide okunguye owayevika umkhonto ngesandla….
shandis
ngiyabonga mina.
ngiyabathanda ozwide kalanga.
Unknown
Zwide ka Langa
Unknown
Ndwandwe
Unknown
Ngiyabonga bo Zwide ngoba bekhona engazazi.
Unknown
Sgubudu lami ngiyengeza
Unknown
Ungabe samqeda ngoba vele suyamazi leee kosothondose
Unknown
The number is on voicemail and I need the Tshirt ASAP
Unknown
MINA ngishadele kwa Nxumalo baba wasekhaya washona ngisele nabantwana baba fana angiwazi amasiko abo bayangibuza njalo