Mkhize, Gubhela

Mkhize:

  • Gubhela
  • Gcwabe
  • Zihlandlo
  • Khabazela ka Mavovo
  • Ngunezi Bamba aba Mbulazi
  • Sibiside
  • Sidaphudaphu
  • Nzalo ka Luzalo
  • Mlangeni
  • Gasela
  • Sishiya
  • Madondo
  • Mdephane
  • Dlamane
  • Sacolo

Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.

Previous

Abakwa Shezi

Next

Zulu Kings Amakhosi

21 Comments

  1. Sizakele

    Kusho ukuthi uMkhize, uMagasela,uMlangeni,uDlamini, oNgwane, oHlatshwayo…bayahlobana?

    • Thandeka

      Obvious kunobuhlobo

  2. Khayalethu

    Ngiyajabula impela ukwazi imvelaphi ngesibongo sami mkhize.

  3. Xolani

    kudala ngitshela oKhumalo noDlamini ukuthi bayinzalo kaSibiside uMkhize lowo.

  4. zinhle mkhize

    Owh that means im related to my Man

    • Thabani Mkhize

      Jha niqhuba uzalo

  5. sthandiwe

    yebo SINGAMAMPONDO namaMPONDOMISE nama XESIBE siyinzalo KA NJANYA ozalwa ngu SIBISIDE WASE Mbo…

  6. cha mina angihlobile khona

  7. londiwe

    Hi cela ezaka Shongwe

  8. Mpumear Mkhize

    Mina ngowakwa Mkhize ngiganele ka Dlamini,kshuth ngonile nj bakwe2?

  9. Zamambo

    cha angvumi thina nj sizimele asihloban namuntu la siwogcwabe nj khabazela

  10. ha ha okusho ukuthi ibona aba faller under u Mkhize

  11. Ngiyasithanda lesi sbongo ngithanda negama lami engaqanjwa lona ukuthi nguMagcwabe lokho kungenza ngingakhohlwa imvelaphi yami

  12. Ntombile

    yooo mine ngisthanda kakhulu, ngishadele kusona, abo mumbomhlophe, abo gcwabe,,, ngiyabathanda kakhulu!!!

  13. Cela ukbuza basembo uDlamini ungenangaphi koMkhize?

  14. Andile mkhize

    Ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngesibongo sami

  15. Mpilwenhle

    Mina ngibuhlungu ngoba ubaba wengane yami ngowakwa dlamini mina ngowakwa mkhize

  16. Thandeka

    ngijabulile ngokwazi izihlobo zam kanye nemvelaphi yam ngyakuthokozela lokho kakhulu thina bo khabazela sengisho o gubhela phela njr

  17. Mandulo waseMbo

    Ngyasithanda isibongo sasekhaya lokuth kungenza ngingakhohkwa ukuth ngingowakaboni ngiyalithanda negama lami engaqanjwa lona kaMkhize uMandolo waseMbo

  18. Ngyaziqhaja ngokuba ithambo negazi loNgunezi nomlando waso…..

  19. Sizakele Angela Mkhize

    Mina I am a lost Mkhize. Ngakhulela eZimbabwe. Umama ngowako Khumalo, emanxeleni, ENtabazinduna koBulawayo. Ibizo lakhe ngu Thandeka.Ubaba ngowaKwadlangezwa. I believe that’s kwaZulu, Natal. I lost contact with the Mkhize side of the family since I was brought to Zimbabwe ngisamncane. I’ve tried to search for my father’s side of the family but in vain. Ubaba ngu Mduduzi Godfrey Mkhize. Kulomunye owazi ngami na? Any leads are valuable. Ngiyabonga.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: