General Standard–Royal Standard
1. Uhlanga
2. Muntu
3. Mnguni 1
4. Mithiyonke
5. Mnguni 2 ———-Mnguni
6. Nkosinkulu——–Nkosinkulu
7. Mdlani————–Mdlani
8. Gumede———–Luzumane
9. Nozimane———–Malandela
10. Malandela———Ntombela
11. Zulu—————–Zulu
12. Phunga———–Gumede
13. Mageba————-Phunga
14. (—–)————–Mageba
15. Ndaba
16. Jama
17. Senzangakhona
18. Sigujana, Shaka, Dingane
19. Mpande
20. Cetshwayo
21. Dinuzulu
22. Solomon Maphumzana
23. Cyprian Bhekuzulu
24. HM Goodwill Zwelithini
Mbathastan
Izithakazelo zakwa Zulu
Zulu omnyama ngenkani
Ondlela zimhlophe
Nina baka Nkayishana ka Menzi
Nina baka Malandela ka Luzumane
Nina baka Phunga no Mageba
Nina abaphuza umlaza ngameva
Ndabezitha!
Nonkosi zulu
Ngicela izithakazelo zakwa zulu,mageba,mntwana,ndabezitha
Nonhlanhla Precious zulu
Zulu mageba mntwana ndabezitha sthulisikandaba bayede
Gugu Zulu
I like this iyasivuselela thina abanye abanakho lokhu, uzizwa ukuthi ya yimi ke lowo
Sphiwe Msebe
Ngicela izbongo nezithakazelo zakwaMsebe
Smanga
MbathaStan or anyone, please decipher the following for me:
Mabulunga amahle wakwaMohlo, wakwaNdaba ivakala, wakwaKhala wakwaKhomdwaku. Nina bakwadada elibhulamanzi ngezimpiko, bathi ubone ngani ukuthi abasedadeni sebefikile, bathi sibone ngamanzi edungana.
I really need to know the origins of the above praises.
Mbathastan
Smanga
Angikakwazi ukukuhlathululela zona kodwa ngisazothinta izingengelezi zakithi.
Uma sengilutholile ulwazi ngizokwazisa.
Besicela nabanye abangaba nolwazi ngalezibongo/thopho ezingenhla basize umfowethu, ngokuthi babhale khona lapha kuma ‘comment’.
#Mbathastan
Smanga
Ngibonga kakhulu impendulo yakho Mbatha, ngibone kungcono ukuthi ngizibhale ngokuphele kanjena:
Mabulunga amahle wakwaMohlo, wakwaNdaba ivakala, wakwaKhala wakwaKhomdwaku. Nina bakwadada elibhulamanzi ngezimpiko, bathi ubone ngani ukuthi abasedadeni sebefikile, bathi sibone ngamanzi edungana.
Nina benyoka eluhlaza, eyathi mayigeza umsila ifak’inhloko ebulenjini, ithi mayigeza inhloko ifak’umsila ebulenjini.
Nina bakabuhlalo abuhlali entanyeni kanti kumavakazi buyahlala.
Ngingajabula kakhulu uma ngingathola incazelo yalezizibongo.
sandile gumede
ngicela ukwazi ngemvelaphi yesibongo sakwaGumede nalopho abantu bakhona begcwele ngakhona. nokuthi ngingakandelela kanjani ukuthola abozalo lwami?
nkululeko themba zulu
Kindly forward me the blood line ka jama esandlwane
Siyabonga
I Don’t what you mean…but Jama was the son of Ndaba, Ndaba KaMageba (brother of Phunga). Jama’s children are Phalo (died at tender age) Mkabayi (Who acted as Regent after the death of Jama), Mama (Mkabayi’s twin), Sojiyisa (Interesting one), Senzangakhona, Mawa and another son. The important figure is Senzangakhona who fathered: Shaka, Gqugqu, Dingane, Sgujana, Mhlangana, Mpande and many more. Mpande extends the bloodline. He had Cetshwayo, Mbuyazwe (this was Shaka’s son; but he passed his mother to Mpande when she was already pregnant by Shaka), Dabulesinye (who died during Indodakusuka which was a battle between Cetshwayo and Mbuyazwe for the throne), Dabulamanzi (who led Rocke’s Drift and Isandlwana armies), Ndabuko, Mthongo etc. Dabulamanzi gave birth to Bangani (amongst others), Bangani gave birth to Gabriel Lamthuthu Zulu (and others), who gave birth to Mbongeni Zulu, Joseph Zulu, Moses Zulu (and many more). Cetshwayo gave birth to Dinuzulu. Dinuzulu gave birth to Solomon and Princess Magogo (the mother of Buthelezi of IFP). Solomon gave birth to Cyprian and Cyprian gave birth to uhlanga lomhlabathi, ubhejane phuma esqiwini, ungangezwe lakhe uZwelithini KaBhekuzulu (Cyprian).
Lindokuhle Thabede
Siyabonga can I have your contacts I’m doing some research on Mkabayi kaJama
Mbathastan
My contacts are +27763643072 email [email protected]
mafukufuku
Sojiyisa interesting one indeed, actually his father was Mhlabawadabuka (Lubimbi) son of Gasa son of Langa kaXaba. Mthaniya Sibiya daughter of Manyelela was courted by Mkabayi kaJama while pregnant for her father Jama kaNdaba.
Sipho madonsela
Bengisaqcela ningisize ngomlando waka madonsela ngisho imdabuko yakhona ngiqcela kakhulu
happy zulu tshanga
Joseph ndabezitha Tshanga: Impande yakho isinabile, njengoba ubusuchaz ile kubafowenu. Bayede wena we Zulu, Makubenjalo!!!
Mthobisi Zulu
Ngicela ningisize nakhu singquzulana ngamakhanda kodwa singaphumi nempendulo. Ngicela nisize la, onjani umntwana obizwa ngelongwe?
mntwana nkosinathi
Ndabezitha akekho umuntu wakwazulu obizwa ngelongwe bonke bazalwa yiNGONYAMA kuphela bayacwasana nje bazicwasa bona mageba, kusukela kumntwana usojiyisa kajama ukucwaswa kuthiwa undlunkulu unongati mohale wambatha nengonyama esenehlule kenye indoda, kungamanga omntwana unkwelo nenkosazana bezonda intombi yethonga’ mageba akekho umuntu obiza isibongo somunye umuntu angalwi uyise okwelamathonga efuna igazilakhe leyomuntu uyahlupheka; zinhlamba nje ezethuka izuleliphezulu ungumntwana wenkosi nje mageba kwaphela akekho omkhulu kunomunye isendelinye ndabezitha
NQUBEKO ZULU
Ngcela ningihlukanisela kulaba oZULU Nongoma, Ceza,Vryheid bahlukene noma cha
Nomphelo Mbusi
Ngicela ukwazi ngesibongo soMasango nokuthi sibuya kuphi
Sabelo vilakazi
Ngicela ningiseze ngomlando namakhosi akwaVilakazi
Sthembiso Mazibuko
Can I get any information about Mhlophekazi? Was he one of King Shaka’s descendants?
Sthembiso Mazibuko eNkandla
Bongumusa UmfokaZulu KwaBhaca
Mna ndiliBhaca ngowakwaZulu inkosi yamaBhaca kwakungu Madzikane kaKhalimeshe kaVebi kaZelemu kaZulu. Ndifuna ukwazi ukuthi uZulu lo wakwaBhaca is the same nalo Zulu wakwaZulu Natal? Or or ooZulu kwakungabantu abahlukene?
bongani
ngiqela ningazise isthakazelo saka Zulu mageba
sibongiseni mncwango
Bengicela ningisize ngo Mlando wabantu bakwa Mncwango…. Noma ningisize nge ncwadi yezibongo enaso lesibongo sakwa Mncwango
Nombulelo
Namie ngkhathazekile ngomlando wakwa Mncwango nezithakazelo akeningisizeni bo
Xabiso
Siya I need some of your knowledge please…
Siyabonga
Ngiyabonga. I may be contacted at [email protected]
lungile Mnguni
Can you please tell me about uMpofana wakwa nothukela
feliciandlovu
pliz will u help me with lzithakazelo zakaSenzangakhona ka Jama
zakhele
ngicla ningiphe umlando wakwa Ngubane.indabuko ya khhona
nonhle
sani bona ngicela ningiphe izithakazelo zakwaNtombela and umntwana uyangena yini kwithakazelo zakwaNtombela
lindiwe
ngsacela ningsize ngomlando nezithakazelo zakwa Ndaba pls
zandile
I’m proud for being um Zulu.
Yandisa Nodangala
Ngicela izithakazelo zo Zulu bakwa Ntombela
Sphiwe Msebe
Ngicela usizo ngezithakazelo zakwa Msebe
Mhlengi Thusi
Sanibona
Ngicela usizo ngolibo laka Thusi nokuxhumana noMnguni ka Gumede ngiyojabula kakhulu ngosizo
Sneh
Ngisacela izthakazelo zakwa Mzotho nezakwa Ncayiyana
Zethembiso Mwandla
Mwandla, I have tried to combine pieces of my surname origin kanye nebongo but I failed. Please sizani bo
sibusiso mpande
Isi thakazelo saka mpande sona sithini bantu abadala?
Mtsheza Fusi Malinga
I just want to know who are oMalinga. Are they Zulu, Swazi, Ndebele or Hlubi? Who are their kings?