MDLULI
Lukhele, Nyoka, Sikhangisa, Nzimande, Bhekiswayo
MDLALOSE
Nyande we Phahla, Khwenta, Madlula, Mgabashe, Bhudukuziwa, Phangakufa, Dikane,
Wena we Phahla elinhloko, Sphangula Sayo Ngoye,
Magutshwa lapho engekefe khona,
Wena ka Nhlangothi zibomvu amanxeba,
Wena webhaxa elithanda impi,
Ngoba ladla uDayi ka Skhova
NKWANYANA
Nina beNkonyane ka Ndwandwe,
Mncwango, Dlalisa, Mpisane, Masuku, Mtshali, Siyaya, Nxumalo
Simphiwe
I cant founfd ezam izithakazelo o nkwanyana zikode nsele nduna
Linda
Angiboni ezakwaMdluli nyoka ithakazelo. Ngiyacela
ntuthukozwane
Simphiwe, zonke izibongo ezibhalwe ngaphezulu ngaphansi kwegama lakwaNkwanyana ezakwaZwane. Yizo futhi izibongo okubizwa ngazo iJohannesburg = Kwa (Makua) Ndonga (Thonga noma Ntonga noma Tau noma Mntungwa noma Ndau noma Nyawo noma Mlawu noma Jehu noma Jeru noma Njeru noma Lawa noma Lala noma Langa) Ziya (Bosia noma Mosia noma Mashiya noma Masia noma Basia noma Basan noma BaZwane noma Msane noma Mzila ka Nxumalo koSoshangane noma emaShanganeni) Duma (Imbube noma Bhubesi noma Phuthuma noma Mbuduma noma Manala Ndebele noma Ngala (Lion) noma Makhaya noma Khayi noma Ngayi noma Malambule noma Khambule noma Michael noma Magaye noma Ngonyama noma Koyama noma Makoya noma Makua noma UKhula noma Makula noma kaZubane noma kaMashobane noma KaMagubane noma KaGubhela noma KaMacobane noma KaTibane noma KaZibane noma KaMzimela noma KaSibiya noma KaZwane – into eyodwa) = Zonke izizwe (hhayi surnames – into yabelungu )
Leyo – izibongo zethu kwakungabantu 3,000 years ago, izizwe (manje ngoba inzalo isiningi kakhulu) zakwa Zulu zamaThembu, bonke ababizwa ngabaNtwana (or Tshwana or Tshwane or Mafana nomi Maphana noma Maviya/Mavila noma Bila noma Bilphar noma Mphemba noma Bemba (Bhemba) or Abia noma Aphia) noma Ntwane noma Nzwane or Zwane noma Ndwane noma Matiwane noma Maziwane noma Mzinyane noma Silela noma Sithupha noma Thuphazi noma Topaz noma Ntombazi noma Netophathi.
UNtombazi wakwa Zwane uzala isizwe sakwaNdwandwe noma Ndawonde. Yikho uzobona izithakazelo ezifanayo phakathi kwazo zonke lezi sizwe. AbaNtwane bakwaZulu. Babuye babizwe ngoMsane noma Sela noma Hlela noma Ndlela noma Ngwane noma Ncwane noma Cirhane noma Ciane noma Ceila noma Celela/KaCele noma Celane = Mkhiwane noma Mukulu noma Mukuyu noma Nkuhlu = fig tree = Ngwane. This is a huge tribe in Africa. No country does not have it.
KwaCele sikhona isizwe wakwa Zwane, sibizwa ngoZwana noma Mthiyane, nakwa Sikhakhane noMagwaza noms MaGaza (la kuphuma khona amaShangane noma Soshangane okuyiwona okungamaVenda, Pedi, Tswana and Ndebele ‘- Ndzudza, Manala, Mhwaduba, Dlomo (ithi labo kwaZulu, oCebekhulu, oMhlongo, oZungu, OZondi, oZikode = Zondeni = KaZondi = 1. NGWANE 2. TETEMANE (ETete kuseMozambique lasiphuma khona, Tetemame = KaMthethwa = bagcwele eEastern Cape nakwaZulu abantu baseLangeni kwaMthethwa) 3. Nsele. These are the 3 sons of Zondi = isizwe samaNgwane saseNkandla.) Onke lamadodana kaZondi awakwa Zwane.
Izibongo Akuzona ezisho ubuhlobo, ukuhlobana sonke siphuma esendeni elilodwa = UMnguni. Izibongo zikhuluma ngomlando obhalwe egazini lethu. Akukhona ukuthi uzokhetha umakoti owakwa bani ngazo. Lokhu kwaza nomkhuba wokuthakatha nobungoma. Ibhayibheli lichaza kahle ukuthi ubani ongamshada noma cha. Lokhu ukuthola kuLeviticus 18 vs 6-30. Over and above these, is the 5th commandment = to honour your father and mother. Any decision that does not honour them is unpleasing to God. So, kuyenzeka uma bethi nihlobene bengezwa uma uchaza, ukuthi ungashadi nalowo muntu. Kodwa okwesibongo akuyona indlela yokuyilandela uma uduma umendo. Sihlobene sonke. Izibongo zonke zaseAfrica zihlobene noZwane. Uma kuyisibongo ngempela oZwane bangasala bengashadi.
Take for instance, Laurent Gbagbo. To convert from dialect yase West Africa, Gb = Mb, therefore = Mbambo, like Igbo = Imbo or eMbu. This is a former president of Ivory Coast. Interesting as we call Ivory izinyo leNdlovu. We are called ISilo seNdlovu noma amaVori noma Bori noma amaBhoyi noma Mbole noma Mbengo ozala uMbambo ozala uZwane. ONgwane bagcwele eIvory Coast nase Benin.
Lice Mdluli
angiboni ezami izithakazelo zika Mdluli bhekiswayo
Mzwandile Mdluli
Mdluli
Bhekiswako
Wena wabhekis’ inkhos’ elusaseni
Sukuta
Luvuno
Luvuno alunanhloni
BakaMdluli abayidli inyama yembuti
Badla yenkonkoni
Phika sinamandla
Mlimi wansindze
Bantfu balim’ emafus’ aboGembe
Mlisana
Ndzindzindzi
Mdluli!
Sia_bkomdluli
Mdluli
Bhekiswayo
Wena wabhekis’ inkhos’ elusaseni
Sukuta
Luvuno
Luvuno alunanhloni
BakaMdluli abayidli inyama yembuti
Badla yenkonkoni
Phika sinamandla
Mlimi wansindze
Bantfu balim’ emafus’ aboGembe
Mlisana
Ndzindzindzi
Mdluli!
Mdluli
Bhekiswayo
Phakatsi
Nselo lenkhulu
Luvuno lolungenamahloni
BakaMdluli abayidli inyama yembuti
Badla yenkonkoni
Mdluli
Sikhandzisa
Mandzindzakandzaba
Wena Delila, tinkhomo
Watsenga emajaha
Mdluli
Sikhandzisa
Mkholo lonsundvu
Lonsundvu ngisho netinyawo takho
Mbokodvo lenhle legaya bulawu bemakhosi
Mdluli
Sikhandzisa
Semakholo
Mbokodvo lendze
Lesilala bulawu bemakhosi
Mhlanti wendlunkhulu
ntuthukozwane
Lice, oMdluli = Mngomezulu. Landela ezakwa Mngomezulu. Baphuma kuMsuthu elinye igama lakhe uNcube noma uBhengu noma uNgobe waGaZhou noma Gazu noma KaNdou noma Ngwato noma Gando noma KaNdlovu kaNjobvu noma KaToure noma KaNtuli wakwaSibiya/Tsibela/Mvelase.
UMngomezulu nomaMdluli isibongo esisodwa ngodwa izigodlo ziyahluka.
ntuthukozwane
GaZhou = Zhouga = Zunga = Ndlovunga = Toureka = Thulinga/KaNtuli = Thulini = Tholeka = Thekako = Thagacu (which is what we called ourselves in Kenya, this till day, if you read Kenyan tribal history you are reading Zulu history until we left). Another way of writing Thagacu is Thekwa or Thekua, their place would be called Thekwini noma Thekwane noma Tekela.
Elinye igama laNdlovu uTlou noma uHlo noma Maholo/Mhlolo. Uma ukuluma ngenzalo yakhe then it would be Tlouka = Hlonga = Tlokwa = Hlongwa = Ndonga = Ntonga = Tsonga = Masoka.
These are intricacies that show us our kinship as Zulus who now speak different languages.
Mbuyiseni Mpisane
Ngicela ningitholele umlando nezithakazelo zakaMpisane
Thembelani
I can’t find ezami izithakazelo, oLINDA mkhonto cebekhulu mbiko nsele,
Nombulelo
Cela ningisize ngomlando wakwaMNCWANGO NEZITHAKAZELO PLEASE
mxo
o Phakathi, nsiba mjaji, macayiya ngubozil,thuli khal,shwayo kamzingeli nkwenkwezi, nyoni yezulu,
Thembo
Ngicela ukugcwalisa kwezakaMdluli
Mdluli , Mcoseli ,Yengeza ,Zosha ,Ngengezwe , Mbashi
Fortunate Thuli
Ngicela izibongo zakomakhathini
Nkosenhle Mdlalose
Ngicel’ukulungisa kwezakwaMdlalose bandla. Akulon’iBhaxa, kepha yiBhac’elithand’impi. PHAHL’ELIHLE, PHAHL’ELINHLOKONHLE. Ngiyabonga mina
Thembo
Ngicela ukugcwalisa kwezakaMdluli
Mdluli , Mcoseli ,Yengeza ,Zosha ,Ngangezwe , Mbashi nina baka Nomsinekwane
Nokulunga
Ngicela ningiqedelelela ezakwaMdluli ..Nyoka nzimande
mandla
ngicela ukwazi ngemvelaphi yabakwa Mdlalose, ukuthi badabuka kuphi, nangokozalo
Ronnie Mdlalose
sidabuka emzinyathi thina maNyanda
Themba
Ngicela ukusizwa ngezithakazelo zakwaNkonyane
abel
ngicela ningiphe ziphelele izithakazelo zakwa mdlalose
simiso Dubazane
mina ngicela ningipha umlando kaDubazane goba angicaciseleki lana
Simangele
Guyz ongangsiza ngezithakazelo zaka shabangu ngingabonga pls
Mhawu Zakewu Mdluli
Siyabonga ukwazi imvelaphi yezithakazelo, kodwa ngifuna usizo oluphelele ngemvelaphi yabakwa Mdluli.
Dan Mdluli
angisitholi izithakazelo zikz Mdluli Bhekiswayo
Michael
Ngicela izithakazelo zakwa mdluli
Michael
Ngifuna izithakazelo zakwa Mdluli
Thobile Nkwanyana
I CANT FIND EZAMI IZITHAKAZELO ONKWANYANA ZIKODE MAKHANDA
nompilo
au bakwethu ngicela nithi ukunginabel nje kancane ngo Mdluli
nompilo
bakwethu ngob kungene ihlobo iskhumba sami siyakhekhebuka bathi ingubo singoNyoka siyabuza ehlobo ngabe iqiniso?
Nombuso nkwanyana
Ngicela ningchazele kabanzi ngabakwankwanyana nezithakazelo zabo ngifuna ukuzazi
thobzah
Ngicel ningisize ngezakwa nsele plz guys
Sihle
Thanks, ngizitholile izithakazelo zakwaMdlalose…sengiyazaz ngiwuban futh ngidabukaph
Muzi
Khele izibongo
Dumsani Mdluli
Asibonge kubobonke abafake isandla
Thulisile
Hhayi azakaNkwanyana azikho njena engizaziyo. OZikode, Myikwe, Donda, Makhanda etc…
Nkosenhle Mdlalose
Ngiyacela bandla kakhulu. Um’umunt’engazaz’izithakazelo zesibong’esithile, kungakuhle kakhul’ukuth’atholisise kahl’umlando walesosibongo.
Ngizwa ngiphatheka kabi kakhulu yilembudane yezithakazelo zakwaMdlalose. Lok’okushicilelwe lapha kuyichil’elikhulu kimina njengomuntu wakwaMdlalose
Pat
Ngicela izithakazelo zakwa Lukhele Nayi i number yami whatsapp noma SMS please
Pat
izithakazelo zakwa lukhele please
jabulile
ngicela ningitholele izithakazelo nomlando wakwa MANYATHELA plz plz angizitholi