Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.
Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Mlondolozi Ntumba
UNtumba uBuhlase (Not Hlase), mabhala NGOZIPHO (Not ngosiba)
Mbathastan
Mlondolozi
Siyabonga Ntumba ngokuthi ukhanyise, nathi asikwazi konke kodwa sibhala lokho esitshelwa abanikazi baleso naleso sibongo. Sizocela futhi ugcwalise lapho kushoda khona ngo Ntumba.
Mbatha-Stan.
Sakhile Ntumba
ONtumba, oMdumela, Buhlase, Nzima emnyama engeNyamazane, Buthongo bakwaBulolokazi, oBhubhulandaba namhla bengenandaba, oXamu abadla umsingizane, Zinkonjane ezibika izulu liphenduka, uShiki onjenge Nhlabathi.
Mkhokheli
Mduduli , zongoma , qhawuzela , maphungo , mdombothi , bantwini , nambili , wena Mkhokheli owadidula abantu begibel’ u godanga Nzima ngombala langesisindo
Jack Mzimbhili Labase
Dambuza Mhlophe Mthabathe
Sam madela
Ngibingelele bengisacela ungisize ngomlando waka Madela nezithakazelo
nomvula ngcobo
ngicel ungipha umlando wakwaNGCOBO nowakwaMVUBU
Mbongeni Ntshalintshali
izithakazelo nomlando wakwaNtshalintshali
MBONGENI NTSHALINTSHALI
NGICELA UNGIPHE UMLANDO WAKWANTSHALINTSHALI
Bongani Ntumba
Background of Ntumba and originality please Sir.
Siphokazi
Nkwali Bukula Mkhwanazi…..bahlangana kanjani ooMkhwanazi noo Nkwali?
philani
hmmm kant o nzima oban kahle kahle ngboba khona abafaka o mazibuko kube khona oshamase ngyadideka manj http://www.accuweather.com/m/Quick-Look.aspx?p=samand&lang=en-us&loc=cityid:298999
Swazie Nzima
Actually engingakusho ukuthi nam ngyakwazi lokho.Mina ngingu Nzima Phakathi.kukhona engibaziyo oNzima Siyaya
sinqobile
Cela izithakazelo zakwaMatshika
Mbulawa Skhosana
ngi bawa ningipha iintakazelo zakwa Skhosana DLUDLU.
mphezeni
Ngicela incazelo ngobuhlobo phakathi kukaNzima noMazibuko ngoba ekhaya bathi asihlobene. Manje sengize ngaba nengane kwaMazibuko.
Thulani Nzima
Ngokomlando wakwaMazibuko oNzima bahlobene nabo.
Mina nginguNzima kanti futhi noBaba uthi thina asihlobene neze nabakwaMazibuko. Thina singo-Nzima, Phakathi waboNkosi,….