Ukwakhiwa kwamagama onobudlelwano
Njengakwezinye izilimi zaseAfrika, ungasebenzisa iziqalo neziphetho ukuze wakhe amagama onobudlelwano nanomqondo ofanayo.
Bheka lezi zinhlamvu:
• “mal” yamagama aphikisanayo: dika / maldika, -khuluphele/ -zacile
• “-ul” yabantu: junulo, umuntu omncane
• “-in” isilili sesifazane: patrino, umama
• “-ig” ukwenza into yenzeke: beligas, yenza kube kuhle
• “-ebl” okungenzeka: trinkebla, -phuzekayo
• “-ej” indawo: lernejo, indawo lapho kufundelwa khona
mal- isiqalo (ngaphambi kwegama), okunye iziphetho (okutholakala ekugcineni kwamagama). Kunezibonelo eziningi esingazicabanga
Ngalamagama ungakha amagama anobudlelwano:
• nova – sha
• malnova – dala
• novulo – oqalayo
• novigi – vuselela
• novigebla – okungavuseleleka
• novulejo – indawo yabaqalyo
Lokhu kukusiza ukwakha amagama amaningi angebaleke, isibonelo bela, belulo, belulino,malbelulino, beligi, beligebla, beligejo…