Ntshangase:
- Mgazi,
- Biyela,
- Menziwa
Mthiyane:
- Ndaba,
- Sokhulu,
- Luvuno,
- Zondo,
- Mazwi,
- Mzwili,
- Nqoboka,
- Skhangane,
- Langa,
- Ndlovu,
- Dlemdlem,
- Sokotshane,
- Mhlungu,
- Madela,
- Lingode,
- Sibhene,
- Gobholubabayo,
- Masingasilele,
- Sokhulu
Zuma:
- Nxamalala,
- Msholozi,
- Matomela,
- Bophela,
- Novela,
- Mpisi,
- Zitha,
- Lugaju,
- Chongochi,
- Nyambisa,
- Hlokohloko,
- Maphumephethe
Zwane:
- Mangethe,
- Cebekhulu,
- Mbengo,
- Mbambo,
- Mungwe,
- Phikelela,
- Nsela,
- Ndabakansele,
- Zikode,
- Nsele,
- Mafu,
- Mthayi,
- Mgabhi,
- Mhlaba,
- Mchwayo,
- Ntshosho,
- Cengesi,
- Thinta
Maseko:
- Ngcamane,
- Sidwabasiluthuli,
- Mdandulukwane,
- Khubonye,
- Ndlovu,
- Maphanga,
- Khabangobe,
- Simelane
Msomi:
- Meyiwa,
- Mdayi,
- Mlamula,
- Bheshwana,
- Maboza
Mlambo:
- Mabhedla,
- Sishango,
- Mahwaqakazi,
- Phisa,
- Mandeku,
- Mdineka,
- Nhlabathi,
- Manzi,
- Nobamba,
- Ntshikantshikana,
- Makhokhoba
Mazibuko:
- Mwelase,
- Khondlo,
- Nzima,
- Phuthini,
- Mgabhi,
- Manzezulu,
- Nkobeni,
- Mzila,
Mangwe, - Mpulo,
- Siwela
m zwane
Uyazi kunzima ukukhuluma ngomlando wakithi kwazwane. Ngoba kukhulu ukudideka yilowo nalowo uisho akakuthandayo. Iqiniso ileli bantu bakithi sonke thina sizalwa ingonyama uMnguni. Owadabuka eGibhithe wakhiswa nesizwe sakhe umoya ongcwele wabele izwe lakwazulu namuhla. Wayenamadodana amaningi ambala nje awo, umalandele, umtungwa, ungwane nabanye abaningi bonke labantu bazala izizwe, esiyizo namuhla eg uMtungwa wazala o Mangethe, oMabaso, oSokhumalo, nabo bazala izizwe ezinezibongo zazo. Singabanguni ngoMnguni.
nduduzo mungwe
sawb0na phila nam ngyp.la.. Ng’cel ungsize ung’cobelel izthakazelo zakith kuyinkinga enkulu ungumfana kod ungazazi izthazel zakin kahle-hle ihlazo nje lelo..
Legend Ntimba
ngicela ningisize ngezakwa Ntimba Nhlayiyiso Mkhondo kawulandwa mfula kawuwelwa uwelwa ngezinkonjane ezinamaphiko nonkintinga wena owabhukuda emhlangeni msimango.ngicela uncedo lomlando waso nemvelaphi
zanele
Ngicela ningi funise izithakazelo zakwamaseko
vusi
ngicela umehluko ku nxamalala no msholozi ngoba mina.angiwufaki umsholozi
Ndumiso Zuma
Nxamalala awukho umehluko, umehluko ukhona phakathi kukaMsholozi noLugaju njengamadodana kaMatomela. Nami angiwufaki uMsholozi.
lambert Mazibuko
Ngabe bakwa Khanye bayahlobana yini nabakwaMazibuko?
Ngaka Nhlapo
Ngingajabula ukuzwa ngaba kwaNhlapo nezithakazelo zabo
Mwelase Ndabulane Nhlapo
uSgegede Mbonani UNongombhili khaboNdaba uwadla umkadadewabo bathi akanyongo akanamhlehlo umhlehlo nguBhabhakazi umwelase owawela uThukela noMpofani uMwelase ungawali phansi ngezibuko owawela ngesinhlengela somfula Sgegede sakwaMveli kwaMavundla noMdlasomo umfitshana ungubo ziyanyathelwa ngani nizabade ziyanyathelwa kaboMveli akuvalwa ngemvalo kuvalwa ngamakhsnda amadoda wena wakaboNonhlanhla
lungelo
Ninjani ngicela ningisiza ngomlando wakwaSimelane nezithakazwlo zakhona.imvelaphi yabo
Sphesihle Ntshangase
sacela kucaciselek ekuthini untshangase uhlangan kanjani noZulu, uMhlungu , uZuma angiqondi lapho
Sthembiso Mlambo
Mina ngiwu Mdineka omkhulu ngiyathanda ukwaz ukuthi savelaphi isbongo sakithi abantu banokuth sasuka eswazini kodwa mina angikholwa ilokho
Maseko
Uxole minty weNkosi uma ngiphambuka lezithakazelo zakwaMaseko ezilotsiwe ziyangiphamba mina.
Aziphelele awusize ufune ekuyizo ungafaki into eyinhlakanhlaka
Kusho ukuthi nalezi ezinye izibongo akuyizo noma ayiphelele.
Nonkumbuzo Mafu
Ngicela ningazise ngomlando or ngezthakazelo zaka Mafu?
Nonhlanhla Mpulo
sanibonani mina bengisacela ningazise ngomlando wesibongo sakwaMpulo,ngowakhona bt angazi lutho ngomlando waso even nezithakazelo zakhona angizazi
Bongani
Sacela ningisize ngezakwa Zondo ngisho elithakazelo