Izithakazelo Zakwa Makhanya

Izithakazelo Zakwa Makhanya

Makhanya,
Mnguni,
Yeyeye,
Gumede,
Qwabe,
Phakathwayo,
Khuzwayo,
Maphithini,
Mpangazitha,
Duze kaMnengwa Gcwabaza,
Thusi, Lingela,
Zukezela, Makhutha,
Mfene,
Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama,
Wakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa luvutha MAKHANYA!!!!

Previous

Izithakazelo Zakwa Mkhonto

Next

Shabangu Clan name

5 Comments

  1. mfene

  2. Izithakazelo zakwa makhanya

  3. Tobi, Mnyazi, Lufutha, Luzumane, Malandela, Sidinani

  4. Hlangalezwe

  5. Bese kuba khona noButhelezi oSongomnyama

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: