Nzimande | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Nzimande

Mphephetwa,
Mdluli,
Ngwekazi, Gwala,
Mancama ngesinkw’esikhulu,
Wena owasukel’isigodo simuka nomfula uth’inyama,
Manda kulandulwa,
Vilakazi,
Xam’odla ngomsingizane,
Mhlandla!

Previous

Nyembe | Izithakazelo

Next

Ama-Mpondo/Mpondomise

11 Comments

  1. Mfoka Zulu, ngithemba ukuthi uyaphila. Bengithi angibuze la. Mhlasimbe wena unalo ulwazi mayelana nokuhlobana kwalezi zibongo uma bukhona ubuhlobo nokuthi ungabe izithakazelo zakhona ziyefana na?

    uNzimande,
    Ndzimande
    kanye noNdimande.

  2. Ngokucabanga kwami mfo baNdzimande bangamaSwati.

  3. ingabe abakwaMadondo bahlobene yini nabakwaNzimande?

  4. Abo Nzimande abezulu or amaXhosa yun

  5. Ama swati kdwa akhona nama zulu

  6. Nzimande
    Ndzimande into eyodwa le kwehluka ngba abanye bangama swati abanye ngamazulu undimande ay no no akahlobene nakancane nje no nzimande

  7. Nzimande noNdzimande into eyodwa le,ibizwe ngezilimi ezihlukene.Nzimande angimaz

  8. Nzimande noNdimande abahlobene nakancane Mina uma a wam owkaNdimande washadela kaNzimande

  9. Ndimande abakwa Gcwensa

  10. point of correction,uMphephethe not mphephethwa,oNzimande indabuko yabo isuka eSwazini lapho over 200 years ago kade bebizwa ngoNdzimande(iswati) obabamkhulu bashintsha bathy soNzimande masebefika lana eNingizimu Afrika.uMancama wancama ngesitho isikhulu.

  11. And swati

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: