Msibi | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Msibi

Ndlondlo,
Mabuya, Guliwe
Ndlondl’eyadl’ubulongwe yalibala,
Siwela,
Gasa!

Previous

Msani | Izithakazelo

Next

Msimango | Izithakazelo

9 Comments

  1. Siyabonga kakhulu mfowakini . Ngokuthi Nibuthelele Umlando wakithi oyiGugu kakhulu kithi Muhle!!!!!!!!!!!! umsebenzi wenu Qhubekani zingafi izinto zethu

  2. Badabuka kuphi abakwaMsibi?

  3. Siyabonga ngokusifundisa ngomlando wesintu.

  4. siyabonga kakhulu ukusazisa nokusikhumbuza izinto zethu kuze nesizukulwane esizayo naso sazi ukuthi imvelaphi yethu isukaphi

  5. Kubonga thina ngokuvakashela i-website yethu.
    Uphinde ubuye nangomuso.

  6. E Swazini

  7. Izithakazelo zakithy ngsthy zihlukene kaninginje

  8. Ndlondl'eyadl'ubulongwe yalibala, what does this mean?

  9. Msibi
    Khathide
    Ndlondlo
    waKhota
    wena Welusendvo
    iNdlondlo ayibulawa yinyoka yekhaya
    iNdlondlo eyakhwela othini ingenanyawo
    iNdlondlo eyadla bulongo yalibala
    Gasa
    Siveskhulu saseyiNdlondlweni
    Mabuya
    Mabuya nengwe nengwe nengwenyama
    Ndlondlo baShise
    abashiswa nguwe bashiswa yizono zabo

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: