Shange

Izithakazelo zakwa-Shange

Dumakude,
Mdima,
S’bhodla bakhothe umlomo abafokazane,
Mfazi omabelemade,
Oncelisa ingane ngaphesheya komfula,
Wena ogeza ngensipho kapondo,
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane,
Phangandawo,
Nojoma,
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!

Previous

Qwabe | Izithakazelo

Next

Sibiya

7 Comments

  1. Thanks dude, bengingazazi izibongo zakithi

  2. Tanx ngampela,nami bengingazazi

  3. Kubalulekile ukwazi izithakazelo zakini

  4. Yamela.mathanga abushelelezi angenangqwaymane.mageza ngobisi abanye.bezxiva ngodaka

  5. Mhmm kumnandi ukuba owaka Shange

  6. Siyabonga Dumakute

  7. Malala nomuno enquza evuke ekuseni ancinde akhombe ilanga.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: