Nkomo

Izithakazelo zakwa-Nkomo

Yengwayo,
Mageza, Lajani,
Vezi, Phaphe,
Mahlabezula,
Nkundlande!

Previous

Ngwane

Next

Ntuli

37 Comments

  1. Anonymous

    Nkomo, Ngubeni, Mntungwa!
    Nkomo ebomvu, engakhonjwa ngomunwe, enezinzipho ezimnyama
    eyavula intaba ngezimpondo oqhayaqhwayeni
    ivula inqaba ngezimpondo kwelaseNgome
    Nina enal'ukudl'umlenze KwaBulawayo!
    Abanye bathi bedla bodwa thina sadla ngokuhlanganyela
    Mantungwa amahle!

  2. now i am confused as well because this is what my dad told me ngezithakazelo zakwa Nkomo
    Nkomo
    Ngubeni
    Malandela
    Izalakwanda

  3. Ngamanye amazwi uthi oNkomo bazalwa kithi yini bafo?

  4. Mina ngazi kukhona noMcineka phakathi

  5. This comment has been removed by the author.

  6. Nami ngiyaxakeka lana phela kusho sesingabaka Khumalo.

  7. ONkomo Bama Xhosa have their roots in KZN. We were never truly accepted kwa Xhosa. Sorry Ngesi Ngisi

  8. Sonke sabandawonye ithakazelo zakithi zinde so noma umuphi wathatha lapho ethanda khona

  9. umshiza wezintombi, mageza ngochago,yengwayo,magubane,phaphe,

  10. Uchago kuyini mfokababa

  11. Ndebele (Zim) for ubisi.

  12. Well well bantwana bakuthi,malinga,sqwabane,ngubeni,mntungwa,yengwayo,nkumbuzo

  13. Ngiyabonga wethu

  14. Zithini ke eso Nkomo bamaxhosa

  15. UNkomo mnye nguMhlubi ophuma kwaZulu Natal phantsi kokumkani Langalibalele nokuba wakhe eMaxhoseni or kuMazulu kodwa nguMhlubi qwaba.

  16. Omageza ngochago ngabakoTshuma

  17. Ai mina i m confused manje

  18. Ngivumelana nawe bafo .ngoba mina ngazi ukuthi ngingu Khathini,mdladla,Nyathi,Nongalo, mtondo ngangeni ongena ngokucindezelwa

  19. Kanindincede ngesiduko so Nkomo abakwa Ntshona please

  20. Mafinya ngolimi, masula ngomsila umagijima engabuyi njengeganyan,ungcwozway'omuhle, umkhophi odlul'abakhona, umaThons'anzima

  21. Uchago = Ubisi in Zulu as well. Look at Zulu synonyms on this website.

  22. Unyanisela hlubi

  23. Mna ndiku Mankomo ihlubi elihle

  24. Mna ndingu Nkomo lo uliHLUBI

    NKOMO , NGUBENI ,MNTUNGWA, NGENGESI ,NZIPHO' ZIMNYAMA NGOQHWAYANA MALINGE NOYIMA KAMAGAJANE

    HAYI KUYABHIDA NJE KUFUNA ABADALA BAKE BAYIBEKE ICACE LENDABA

  25. Izona lezi ozishoyo, owakithi wena, Vezi Malandela

  26. Yebo Malandela nam ngyazi Lexi I'm conficonfused as well..
    Vezi.Malandela.Zalakwande.

  27. Lol..kuyezwskala Vezi

  28. Ngicela ukubuza.. oKunene bahlobene kanjani noNkomo? Ngiyabonga zingane zakwethu

  29. Ababiza u Mvikithi abaymuphi uNkomo maknje?

  30. NingabeNtungwa

  31. This comment has been removed by the author.

  32. KUNJALO UNKOMO UZALWA NGUNGOBENI BESE UNGOBENI AZALWE NGU YENGWAYO OZALWA KWAKHUMALO

  33. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  34. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  35. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  36. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  37. confused now.mina ngazi ukuthi abakwa Nkomo yegwayo, ngubeni, golela, ngwadi, zuka, nkumbuzo zika magajana, omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: