izigameko zempilo

Madlala

Izithakazelo zakwa-Madlala

Sishi,
Mpumuza,
Hlokohloko, Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo!

Previous

Made

Next

Madondo

18 Comments

  1. emzumbe o Madlala sibazi bewo:

    Sishi
    Sozabe
    Mcikili
    Somagogla abagodla ingwe nengonyama , mabiya ngothuli amahlahla ehlezi

  2. uyabheda ababa

  3. Mina engizaziyo ezithi Sozabe, somagodl owagodl' ingwe, nengonyama, mcikili, mabiya ngathuma, amahlahl' ehleli,

  4. Sishi, Khabalidaka, Dlobeni nina enadla inhlunu niyililela. Asiyidli imfe kaMkhwekazi

  5. Exactly

  6. Sozabe, Mcikili, Somagodlo, Owagodl'ingwe neNgonyama, ticubi at'lindwa tidliwa tik'hlata, Khaba L'daka, Mabiya ngothuli Amahlahla ehleli………

  7. Ai iqinisilevubawo Ibona iMadlala abakhona,yize noma ngu Dlomo mina

  8. bhengu aibo ngempela ngowaka sishi gishadele ka bhengu

  9. Thina ngapha emsinga..singo gwegwana sishi hlokohloko khabaludaka mlenzubovu badlibenhlunu abafaz namadoda beylilela sofohlo mdlenevu

  10. Nami kuyangithusa okwakaBhengu, kodwa angiqali ukukuzwa.

  11. Mcikili, Sozabe, Hlokohloko, Khabal'daka

  12. Christina Dube
    mina ngazi ukuthi uMadlala umphephethe yena owadla umhlehlo kadadewabo wathi akanamhlehlo mlipha

  13. Busi Madlala. Mina ngazi siqhamuka ngase Swwazini. Madlala,Mlipha,Mphephethe,owadla umkadadewabo watching akananyongo,watching akanamhlehlo,umhlehlo isibhabhakadane.

  14. ezami zithy madlala,sishi,khabaldaka,hlokohloko,wen'owashaya insim'yazmilela

  15. thina eMpendle sithi
    Madlala
    Sishi
    Khabal'daka
    Hlokohloko
    Msunukanyoko

  16. uyazishaya kakhulu manje uMlando wakaMadlala ngabe unawo?

  17. Yebo nami ngazi :
    Madlala
    Sishi
    Khabal'daka
    Hlokohloko
    Msunukanyoko

  18. Hawu madoda, nayidla niyililela?????

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: