Lushozi By guest On In Izithakazelo Izithakazelo zakwa-Lushozi Gcwensa,Ndimande, Mzulwini, Bhebhula! Share this:FacebookXLike this:Like Loading... Related Previous Linda Next Luthuli 10 Comments Unknown ingabe abakwaLushozi bangaManganga Na? Ngoba mina ngingowakwaLushozi kodwa bathi Mnganga shenge Mdadane nyoni imatane Mdlanomvi Ndawombi Loading... Unknown Umlando omfushane waka Mdadane ngendlela esiwazi ngayo thina basemangangeni uthi. AbakwaMdadane baqala ngokuthi kufike umfana owayegqoke i shirt lomuntu omdala. I shirt lalide kunaye okwakwenza balibize ngomdada wathunyelwa komkhulu basemangangeni(Enkosini) wabe eselusiswa inkomo zakhona ngoba engaziwa muntu endaweni. Uthe uma esekhulile inkosi yamanganga yamunika inkomo waganwa khona endaweni kwabe sekuqala u Mdadane owawusukela kumdada afika ewugqokile ngoba wayengazazi ukuthi ongowakabani wabe esenikwa nezithakazelo zasemangangeni ngoba akhulela khona Loading... Unknown Lushozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla imofu Uthi udla inyamatani, Loading... Unknown Yebo Bango Mnganga ,Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, abadla Imofu bethi badlala inyamatane, Gedeza Loading... Unknown Mina ngu Shozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla Imofu uthi udla inyamatane. Lona o wami u Shozi akahlobene no Hlongwa, Khawula, Khuluse. O Gcwensa , Bhebhula, Mzulwini, Ndimande abangeni kithi Loading... Unknown Lushozi uyangena ezithakazelweni zakwa Dube but angiwboni uDube kwezaka Lushozi Loading... Unknown Zithini izithakazelo zakwa ndimande Loading... Unknown Ungabhisa yena ungena kanjan Loading... Unknown u Gabhise akangeni ema Ngangeni (Lushozi) ungena ku Kuhlongwa/Khawula, shozi, Mtumaseni, wena owehla ngomzungulu kwafa wona. Loading... Unknown Umthethowakhona kunokukhulu ukudideka la .koshozi .lushozi abakwahlongwa oshozi nabo lushozi oshozi nabo futhi umlando ongathi siyadukiswa ubani ngempela ozosinceda.abanye bathi ushozi no hlongwa kwaku ngamakhehla andawonye futhi kunomlandwana ngohlongwa cacisani kahle musani ukuthi nina noshozi anibazi abanye.kusho kona ukuthi umlando awucacile. Loading...
Unknown
ingabe abakwaLushozi bangaManganga Na? Ngoba mina ngingowakwaLushozi kodwa bathi Mnganga shenge Mdadane nyoni imatane Mdlanomvi Ndawombi
Unknown
Umlando omfushane waka Mdadane ngendlela esiwazi ngayo thina basemangangeni uthi. AbakwaMdadane baqala ngokuthi kufike umfana owayegqoke i shirt lomuntu omdala. I shirt lalide kunaye okwakwenza balibize ngomdada wathunyelwa komkhulu basemangangeni(Enkosini) wabe eselusiswa inkomo zakhona ngoba engaziwa muntu endaweni. Uthe uma esekhulile inkosi yamanganga yamunika inkomo waganwa khona endaweni kwabe sekuqala u Mdadane owawusukela kumdada afika ewugqokile ngoba wayengazazi ukuthi ongowakabani wabe esenikwa nezithakazelo zasemangangeni ngoba akhulela khona
Unknown
Lushozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla imofu Uthi udla inyamatani,
Unknown
Yebo Bango Mnganga ,Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, abadla Imofu bethi badlala inyamatane, Gedeza
Unknown
Mina ngu Shozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla Imofu uthi udla inyamatane. Lona o wami u Shozi akahlobene no Hlongwa, Khawula, Khuluse. O Gcwensa , Bhebhula, Mzulwini, Ndimande abangeni kithi
Unknown
Lushozi uyangena ezithakazelweni zakwa Dube but angiwboni uDube kwezaka Lushozi
Unknown
Zithini izithakazelo zakwa ndimande
Unknown
Ungabhisa yena ungena kanjan
Unknown
u Gabhise akangeni ema Ngangeni (Lushozi) ungena ku Kuhlongwa/Khawula, shozi, Mtumaseni, wena owehla ngomzungulu kwafa wona.
Unknown
Umthethowakhona kunokukhulu ukudideka la .koshozi .lushozi abakwahlongwa oshozi nabo lushozi oshozi nabo futhi umlando ongathi siyadukiswa ubani ngempela ozosinceda.abanye bathi ushozi no hlongwa kwaku ngamakhehla andawonye futhi kunomlandwana ngohlongwa cacisani kahle musani ukuthi nina noshozi anibazi abanye.kusho kona ukuthi umlando awucacile.