Izithakazelo zakwa-Jama
Dlamini,
Mzizi,
Jama Ka Sijadu
Nomane, Mtikitiki,
Cubungulashe,
Ndabazamthethwa, Nsukunsuku,
Ntabuyanyuka, Sandluluba,
Nkosi!
Dlamini,
Mzizi,
Jama Ka Sijadu
Nomane, Mtikitiki,
Cubungulashe,
Ndabazamthethwa, Nsukunsuku,
Ntabuyanyuka, Sandluluba,
Nkosi!
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Unknown
Ngicela owazi izithakazelo zesibongo sakwa Mzizi angisize ngazo.
boetie
Mzizi waka mpofana no thukela waka khamba alidleli amasi ,malingadlela amasi lingadangala.abafazi mabhele amade bancelisa abantwana ngaphesheya amazizi waka labele,amazizi amahle la ngase sisweni.ngafundiswa izithakazelo leso
Unknown
Mpofan' oThukela: salukazi esimabele-made esancelisa ingane ngaphesheya koThukela
umuz' awuvalwa ngehlahla uvalwa ngamakhand' amadoda!
Unknown
Angikaze ngenzelwe isiko loko lakwa jama
kunganginika inkinga?