Izithakazelo zakwa-Dlamini [Zulu]
Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!
Dlamini clan names, Dlamini clan praises, Dlamini praises, Dlamini izithakazelo
Ziyatholakala izikibha ezinesithakazelo zakwa Dlamini – Fonela lenombolo:
061 868 5163
wenze i-oda lakho! No Whatsapp please.
Unknown
our dlamini zuluring
Karabo
ukugcwalisela kozibhalile Mageba zihamba kanje…Sibalukhulu, Mdlovu, Mdzineka, Magaduzela, Sihlangu sinye, wena waka Fodzo KaNombewu kaMakata, Miskofin, Sobhuza, Buhlal'obudze.
Unknown
Ngane zakwethu, ngicela ningisize ningiphe umlando wakithi koDlamini, ngokuwuyabanisa nezithakazelo.