Mthembu, Msimango, Mseleku, Msibi

  • Mthembu
  • Qhudeni,
  • Mvelase owavele Nyandeni,
  • Mvelase ka Guda,
  • Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
  • Izithakazelo zakwa Msimango
  • Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
  • Pembe ka Lokothwayo,
  • Ngelengele, Mhlehlelu,
  • Nhlokozabafo,
  • Sdindi ka Siphuki…

Ezakwa Mseleku

  • Duma,
  • Lwandle,
  • Ntenga,
  • Mthombeni

Ezakwa Msibi:

  • Ndlondlo,
  • Mabuya,
  • Guliwe,
  • Siwela,
  • Gasa.

Zikhona izikibha zabakwaMthembu. Whatsapp/call: 061 868 5163

Price: R200 each (white, blue & red colours available)

Previous

Ama-Mpondo/Mpondomise

Next

Msani, Mqadi, Mpofana, Mpanza, Motha Clans

15 Comments

  1. smangele

    Cela thakazelo zakwa Xaba,Ngidi nd Ncube plz I wnt 2knw my history

    • Smangele
      Iya ku search box kuyo le ‘site’ ubhale isibongo osidingayo uzosithola especially Ncube and Xaba.

  2. Mandla Mathunjwa

    ake ningisize ngomlando wakwa-Mathunjwa

  3. Hlalunolwazi Mgoza

    Bengicela ukuthola umlando ngesibongo sakithi kaMgoza,ngoba sinokuhlangana nezibongo eziningi ezithakazelweni kanti angakawutholi umlando ogcwele.NGIYABONGA

  4. sfiso

    Ngan zakwethu ngifisaukuthola izithakazelo zakwa Mthembu,ngiyazibona njelezi zincane kakhulu,phela labantu banobukhosi obusuka kude,

  5. Thando Mcelenkosini Thembalethu Bhebhe

    Muhle lomsebenzi. Ake usilondele imbali bezithakazelo zabantu bako Bhebhe

  6. itumeleng

    Please help me I need to find where do we Mavumengane come from because the elders told me we are mthembu kwa mvelase please

  7. tholiwe

    Ngicela ningichazela ngesithakazelo zakwa mdletshe many nomlando waso

  8. Alpheus S. Sikhakhane

    Kuhle kuyancomeka. Sengathi singahlale siba nabo abantu abafana nalaba ukuze singabi ngamambuka sikhohlwe imvelaphi yethu. Nginesicelo, ngiyaphaphatha. Ngicela ukwazi ngemvelaphi yabakwaSikhakhane, nomlando wabo

  9. Neli

    Ngcela ukwazi ngemvelaphi yabantu bakwaNjoko

  10. Khanyisile Mtshali

    Ngiyanibingelela bengicela izithakazelo Zaka NDebele

  11. muhle

    ngiyanibingelela ngisacela izithakazelo zakwa msibi zonke ziphelele please

  12. Luxolo Mjaja

    Ngiyabingelela,

    Ngicela uma kukhona ulwazi ngezakwaMjaja, ngizamile uku-search kwi-search box kodwa akuvelanga lutho.

  13. Ezakwa Msibi izithakazelo zihamba zingafani thina sidabuka e Swazini u msibi uthakazelelwa kanje ngale: Msibi, Nldondlo, Mabuya khotha ngwenyama wena owadla ubulongo walibala

  14. Ngicela sibonisane kahle. Ukublocka abantu ukuthi bathathe umlando wabo akubukeki kahle. Kufanele sibuyele ekuthenini uwukolekelani. For us who seek izithakazelo to interpret them the way God wanted us to, kuba lukhuni.

    Siyashweleza ukuthi usidedele siwukopishe kuze sikwazi ukuwubeka kumacomputer kuze siwuxilonge uma sithole isikhathi sihlanganise sikhombise izinto ezifihlweni esweni lo bukayo.

    kahle kahle abantu abamnyama abanawo ama-Surname. Izithakazelo zakhelwa ukuthi kucishelelwe umlando ngendlela engalidingi iphepha. Lokho kwenziwa ngomlando odluliswa ngomlomo. Manje sekuyisikhathi sokuthi lomlando uvele obala.

    If you are doing this for the greater good, which I believe you are, please open up copying of umlando ongowethu sonke. Uma abantu babuye bazifakele umlando wabo angiboni ukuthi bangavinjwa kanjani abanye ukuhi bawukopishe…

    Ngiyabonga.

    Just so you can grant my request, ngicela ukukushiyela esengikutholile ngoMbatha. Trade?

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: