Ubude abuphangwa
lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.
Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani
Ubude abuphangwa
lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.
Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani
Ukungapholisi amaseko
Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into
Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)
Kayikho impunga yehlathi
kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala
impunga umuntu osemdala
#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha
Zimbiwe insele (izinyosi)
Lokhu kusho ukuthola into okade uth uyoyenza uthole sebekwenzele noma sebekulungisele…..njengokuth uth uyokweba umoba uwthole vele usulele okwakho nje ukuth uwthathe
Insele uhlobo lwenyamazane oludla amakhekhe ezinyosi liwamba abe maningi lidle lishiye ofikayo ke useyozitaphela asho nokusho ukuth “zimbiwe insele”
Yini le ekholwa izagila, hlaziya.
Ithendele! Uma ulokhu uthandabuza kube kumele wenze isinqumo…. uzidonsela amanzi ngomsele!
Ongaphansi Ongaphezulu Kuyehluliswa Ayibonakali Eyogob’Uphondo
Lesisisho sibalula ukwehluleka ukugwema ingozi, okanye ukubona umphemula wokwenza.
Ilanga emandulo namanje, lingumkhombandlela. Umuntu ubheka kulo ukuqinisekisa ukuthi usahamba ngendlela abeyihlelile.
Chaza kuma comments uma uyazi impendulo
Usfumbu ubona uqhaqhazela – incazelo
Umuntu ubona ububi bomunye kanti naye unabo obakhe.
Hlaziya uma wazi.
Kusho ukuthi isosha lifela emsebenzini walo njengokuthi uma uyisoka uthola izifo ebusoken bakho lol
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén