Izithakazelo zakwa-Gaxa
Gubevu,
Nokhala, Msuthu,
Giyana, Maduna,
Diba!
Gubevu,
Nokhala, Msuthu,
Giyana, Maduna,
Diba!
Thembela,
Nombela,
Mbuso!
Mngcobo,
Nzimase,
Mpunz’edl’emini,
Ebusuku iyalala,
Luhagane olwahaga umfazi esibunjini kwaze kwasa ethwibisheka,
Msongi wensimbi waybeka ekhanda,
Nyawo!
Bika,
Khoso, Mazengezi,
Ndlela zabadluli,
Nono, Mzoboshi,
Mvubu!
Mpithikeza,
Mathaba,
Ndlalakuhle, Nhlab’shile,
Luqa,
Zondi,Nondaba,
Gagashe!
Ndlovu Gabula
Uma wazi izibongo eziphelele zakwa Ndlovu-Gabula, sicela uzibhale kwi-comment.
E! Mthimunye
Nomaziyane kaMngoma
wena owangena esibayeni ungakavunuli wavunuliswa nguNomaziyane ngendlini ndayindayi
Mngoma
mbambo ezaphekwa eziko ziqubalala kwathiwa zephuleni zizakushisa abantwana kwathiwa zizakushisa bani kwathiwa zizakushisa uDlabantu noMabugulu jodwe limanzi amnandi
nomaziyane womngoma,
jodo elimanz’amanandi,
nomaziyane wangen’inkom’ungakavunuli,
sakhandleni ngamabomu wakhela abaphambukeli abadamasako abathi letha amanzi leth’amasi,
mbuzi ngangiyakuphuthela ngisaba amasonjwana ukurarhalala,
mfazi wamabel’amade wancelis’umntrwana ngale kwegwa,
kwekwezi eyavela nge s’daka atsho amangoma akhangelana
Mthimunye!
Nomaziyana;
Nomaziyan’omngoma;
Ownagenikomo anagakavunuli;
Wavunuliswa bantrwana;
Mfazi wamabele amade;
Owamunyisa umntrwana angale kwega negwanyana;
Msuthu;
Sbhukubhuku sakondlovu !
izithakazelo zakwa Mbhense
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén