Amagama aphikisanayo – yigama eliphikisa elinye kulolo limi (isib. khala – hleka).
Amagama aphikisanayo – yigama eliphikisa elinye kulolo limi (isib. khala – hleka).
Amagama amqondofana – yigama elinencazelo efanayo noma ecishe ifane nelinye olimini olulodwa (isib. nona kanye khuoluphala).
Amabizoqho – amagama abantu, izindawo kanye nezinhlangano, kanti futhi athatha oFeleba uma ebhalwa, (isib. uJohn Dube, i-University yaseWitwatersrand).
Amabizo wokungabonwa – amabizo okungabonwa ngamagama anjengo: uthando, ukubhuqa, inkolo okwehlukile kulawo abonwayo njengalawo amele abantu, izindawo nezinto.
Ubunye: igama elichaza into eyodwa.
E.g umfana, inkomo, imbuzi, umakhelwane, inkanyezi
Ubuningi: igama elichaza izinto eziningi.
E.g abafana, izinkomo, izimbuzi, omakhelwane, izinkanyezi
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén