Category: Izithakazelo Page 9 of 147

Zimbiwe insele

Zimbiwe insele (izinyosi)

Lokhu kusho ukuthola into okade uth uyoyenza uthole sebekwenzele noma sebekulungisele…..njengokuth uth uyokweba umoba uwthole vele usulele okwakho nje ukuth uwthathe

Insele uhlobo lwenyamazane oludla amakhekhe ezinyosi liwamba abe maningi lidle lishiye ofikayo ke useyozitaphela asho nokusho ukuth “zimbiwe insele”

Elisuka muva likholwa izagila

Yini le ekholwa izagila, hlaziya.

Ithendele! Uma ulokhu uthandabuza kube kumele wenze isinqumo…. uzidonsela amanzi ngomsele!

Zidlana imilala

Ongaphansi Ongaphezulu Kuyehluliswa Ayibonakali Eyogob’Uphondo

Awubuzanga elangeni | isisho

Lesisisho sibalula ukwehluleka ukugwema ingozi, okanye ukubona umphemula wokwenza.

Ilanga emandulo namanje, lingumkhombandlela. Umuntu ubheka kulo ukuqinisekisa ukuthi usahamba ngendlela abeyihlelile.

Ukusika elijikayo

Chaza kuma comments uma uyazi impendulo

Usfumbu ubona uqhaqhazela

Usfumbu ubona uqhaqhazela – incazelo

Umuntu ubona ububi bomunye kanti naye unabo obakhe.

Zibanjwa kweziwudlayo

Hlaziya uma wazi.

Kusho ukuthi isosha lifela emsebenzini walo njengokuthi uma uyisoka uthola izifo ebusoken bakho lol

Unyawo alunampumulo | isaga

unyawo aluna #mpumulo.

#impumulo – ikhala

lesi #isaga esisetshenziswa lapho umuntu

osuke ehlukunyezwe omunye ngase sigodini sangakubo.

ebese esho lesi saga.

kwazise phela unyawo aluna#khala lokuhogela

ukuth izitha zakho zingakuphi.

uzohamba uziphonse phekwazo belu.

bese bethi.#umenzi_uyakhohlwa_kepha

#umenziwa_akakhohlwa°

lapho kule nkulumo usuke usukhunjuzwa izinto

okewazenza komunye ezimbi osulibele ngazo.

esichaza ukuth- oke wamenza okubi uyaku bekisa

mhla nihlangana uyokukhumbuza sebe ngekho

owowunabo #ngosuku_lomhlola.

Ukuhlinzela ezibini | Ukuhola umongula | Isizungu sibulala inkonyane

1) Ukuhlinzela ezibini

ukuphatha umuntu ngesihluku.

2) Ukuhola umongula

ukusenga umuntu ngobuqili

3) Isizungu sibulala inkonyane.

Yisizungu esikhulu

Onkamisa in English

Onkamisa in English:

Vowels

Page 9 of 147

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: