izigameko zempilo

Dlamini | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Dlamini [Zulu]

Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!

Dlamini clan names, Dlamini clan praises, Dlamini praises, Dlamini izithakazelo

Ziyatholakala izikibha ezinesithakazelo zakwa Dlamini – Fonela lenombolo: 

061 868 5163

 wenze i-oda lakho! No Whatsapp please.


Previous

Dladla

Next

Dlamlenze | Izithakazelo

3 Comments

  1. our dlamini zuluring

  2. ukugcwalisela kozibhalile Mageba zihamba kanje…Sibalukhulu, Mdlovu, Mdzineka, Magaduzela, Sihlangu sinye, wena waka Fodzo KaNombewu kaMakata, Miskofin, Sobhuza, Buhlal'obudze.

  3. Ngane zakwethu, ngicela ningisize ningiphe umlando wakithi koDlamini, ngokuwuyabanisa nezithakazelo.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: