izigameko zempilo

Gasa

Izithakazelo zakwa-Gasa

Msomi,
Gasa, Meyiwa,
Thabela, Vezi,
Nophacwa,
Wena owaphica Umfazi kwasa ekuseni kwazekwa indaba,
Onondabula zixuku zakoNdwandwe,
Wena owehla ngomzungulu wasala wabola,
Mndayi!

Previous

Gamede

Next

Gasela

3 Comments

  1. yazi ngingajabula ukuzithola izithakazelo zakwaGasa

  2. Ngiyajabula ukwazi izithakazelo zakithi kwa Gasa. Ngiyafisa kakhululu ukwazi ngomlando wakwa Gasa. Ukuthi thina sizalwa obani kanjani.

  3. Ukhona yini ongaziqhubeza ngoba ngike ngizwe kuthi Mzoneli,Phingoshe

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: