izigameko zempilo

Hlongwane

Izithakazelo zakwa-Hlongwane

Ngwane,
Masumpa,
Masenga sileka,
Nduku Zinobulongwe,
Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
Nina bakaMatiwane,
Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!

Previous

Hlongwa

Next

Hlophe

9 Comments

  1. Inkosi yakithi uMatiwane eyanqunywa ikhanda ngamabutho akwaZulu entabeni namhlanje okuthiwa iMatiwane Skop.

  2. Ngiyabonga, akwande

  3. Sanibonani I was just wondering if these praise names also apply to me as I am a Hlongwana. I asked my mum and she said she thinks it's a home affairs spelling error. Ngicela ningisize Ingabe o Hlongwana kusa wo Hlongwane?

  4. Enter your reply…yebo mfowethu singoHlongwane sonke baphambeka abakwa home affairs nam ngnayo leyo nkinga isbongo sam sivela njengoHlongwanA

  5. As'bongeni mangwane amahle. nami asikudala ngithola ukuthi umsuka wesisu sasekhaya lapho sivela khona u-Hlongwane. Ngijabule ngempela futhi Uma ngikhuluma namangwane amahle futhi. Mina igama ngingu nomalanga kodwa-ke ngiganele Ka thebehali. Ngiyabonga?

  6. Sanibonani bafowethu i'm confused what is the relationship between the Hlongane's and the Sangwen's ?

  7. Nope you don't belong to Hlongwane

  8. Molweni Mangwane amahle, there's a brother looking for his Father who once lived around Gauteng. His father's name is Vincent Hlongwane and brother to the father is George Hlongwane. please Help

  9. Sangweni isithakazelo sakwa Hlongwane

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: