Izithakazelo zakwa-Hlophe
Thumbeza kamyeni,
Ntombi zenda ngonyezi,
Ezabafokazana zenda ngobumnyama,
Mahlekwana,
Nina enahlek’umuntu edlula ngendlela,
Dlezi!
Swati:
Hlophe
Mabhengu
Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala,
Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini
Samela,
Anonymous
I want the Swazi vesion
Unknown
Cela ukwazi ukuthi njengoba esithakazelweni sakwaHlophe kunoMyeni ngabe sihlobene noMyeni?
Unknown
Yebo nomkhosi isiza2 esendza ngisho njalo kuthi umyeni ikhehla elazala uthumbeza mina ngingakunika umlando wesibongo sakwaHlophe
Unknown
yebo nkosazana sihlobene
Unknown
yebo nkosazana sihlobene
Unknown
Ngingu Zandile Hlophe ngingajabula ukwazi izithakazelo zami ngolimi lwethu lwesi Swati ngibonge.
Judge
Cha thina esakwaHlophe asihlobene nabakwa Myeni. Samthumba uMyeni qha.
Unknown
ngifisa ukwazi ukuthi sihlobene yini uHlophe nomteshana
Musa
Hlophe Mabhengu bakhonkosi
NthabiH
Hlophe Mabhengu Khambule Mkhonkosi
Makhutjw'angophi…
Unknown
Kanti ubani lo "Dlezi" futhi ezithakazelweni zakithi kwa Hlophe? Abazali bami baze badlula kulomhlaba bengakaze bayiphathe eyalo Dlezi.
BONGEKA BHENGU
abakwa BHENGU bahlobeneni nabakwa HLOPHE
BONGEKA BHENGU
cela ukubuza abakwa BHENGU bahlobeneni nabakwa HLOPHE not MaBHENGU but BHENGU
Unknown
Yebo. Kwakunabantwana bakwaHlophe ekilasini elilodwa benamagama afanayo. Kwathathwa isinqumo sokuthi bahlukaniswe ngezibongo. Omunye wabo wayenomkhulu obizwa ngoMtheshana. Wabizwa ngegama likamkhulu wake kanjalo umntwana wakwaHlophe.
Unknown
Ok engikwaziyo mina ukuthi omteshane ohlophe kunomlando njengoba bezibiza ngomteshane kodwa nje bawohlophe ngokuphelele
Unknown
Okunye mina engithanda ukukwazi ulando wonke wakahlophe i once met ufelix hlophe and he told me that uhlophe walana nowaseswatini akusiyo into eyodwa
Unknown
Ok engikwaziyo mina ukuthi omteshane ohlophe kunomlando njengoba bezibiza ngomteshane kodwa nje bawohlophe ngokuphelele
Unknown
Hi, I'm Slondiwe Hlophe, Mabhengu Mkhonkosi Ndawonde kandaba asivali ngezivalo sivala ngamakhanda amadoda Samela Thumbeza. I'm happy to see oMabhengu befisa ukwazi umlando wethu as oSamela
Unknown
Hlophe Mabhengu Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala, Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini
Unknown
Hlophe mabhengu mkhonkosi lukhalo olubovu mahamba mabuya ungaphethanga lutho
Unknown
Sidabuka endaweni eyodwa sonke. Sisuka eSwatini. Kepha iNkosi iyaye ibe nabafazi abaningi. Banezindlu ezingalingani ngokwesiko. Akuwona wonke amadodana ayokwebusa iNkosi matikhothama. Ukhondolo lwethu thina esingapha luqhamuka endlini encase yasokhohlo eyadabuka tase IQ Ona ukuliflathela elakaNgwane yehla nedlanzana yeza kwaZulu ngaphansi kobukhosi beNkosi uMpande. Thina sizithakazela ngokhondolo lwalamakhosi namakhehla aqembuka kodwa nawo aqhamuka khona ayebiza Ziba lezi ezibizwa eSwatini