izigameko zempilo

Lushozi

Izithakazelo zakwa-Lushozi

Gcwensa,
Ndimande, Mzulwini,
Bhebhula!

Previous

Linda

Next

Luthuli

10 Comments

  1. ingabe abakwaLushozi bangaManganga Na? Ngoba mina ngingowakwaLushozi kodwa bathi Mnganga shenge Mdadane nyoni imatane Mdlanomvi Ndawombi

  2. Umlando omfushane waka Mdadane ngendlela esiwazi ngayo thina basemangangeni uthi. AbakwaMdadane baqala ngokuthi kufike umfana owayegqoke i shirt lomuntu omdala. I shirt lalide kunaye okwakwenza balibize ngomdada wathunyelwa komkhulu basemangangeni(Enkosini) wabe eselusiswa inkomo zakhona ngoba engaziwa muntu endaweni. Uthe uma esekhulile inkosi yamanganga yamunika inkomo waganwa khona endaweni kwabe sekuqala u Mdadane owawusukela kumdada afika ewugqokile ngoba wayengazazi ukuthi ongowakabani wabe esenikwa nezithakazelo zasemangangeni ngoba akhulela khona

  3. Lushozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla imofu Uthi udla inyamatani,

  4. Yebo Bango Mnganga ,Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, abadla Imofu bethi badlala inyamatane, Gedeza

  5. Mina ngu Shozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla Imofu uthi udla inyamatane. Lona o wami u Shozi akahlobene no Hlongwa, Khawula, Khuluse. O Gcwensa , Bhebhula, Mzulwini, Ndimande abangeni kithi

  6. Lushozi uyangena ezithakazelweni zakwa Dube but angiwboni uDube kwezaka Lushozi

  7. Zithini izithakazelo zakwa ndimande

  8. Ungabhisa yena ungena kanjan

  9. u Gabhise akangeni ema Ngangeni (Lushozi) ungena ku Kuhlongwa/Khawula, shozi, Mtumaseni, wena owehla ngomzungulu kwafa wona.

  10. Umthethowakhona kunokukhulu ukudideka la .koshozi .lushozi abakwahlongwa oshozi nabo lushozi oshozi nabo futhi umlando ongathi siyadukiswa ubani ngempela ozosinceda.abanye bathi ushozi no hlongwa kwaku ngamakhehla andawonye futhi kunomlandwana ngohlongwa cacisani kahle musani ukuthi nina noshozi anibazi abanye.kusho kona ukuthi umlando awucacile.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: