Chaza kuma comments uma uyazi impendulo
Usfumbu ubona uqhaqhazela – incazelo
Umuntu ubona ububi bomunye kanti naye unabo obakhe.
Hlaziya uma wazi.
Kusho ukuthi isosha lifela emsebenzini walo njengokuthi uma uyisoka uthola izifo ebusoken bakho lol
unyawo aluna #mpumulo.
#impumulo – ikhala
lesi #isaga esisetshenziswa lapho umuntu
osuke ehlukunyezwe omunye ngase sigodini sangakubo.
ebese esho lesi saga.
kwazise phela unyawo aluna#khala lokuhogela
ukuth izitha zakho zingakuphi.
uzohamba uziphonse phekwazo belu.
bese bethi.#umenzi_uyakhohlwa_kepha
#umenziwa_akakhohlwa°
lapho kule nkulumo usuke usukhunjuzwa izinto
okewazenza komunye ezimbi osulibele ngazo.
esichaza ukuth- oke wamenza okubi uyaku bekisa
mhla nihlangana uyokukhumbuza sebe ngekho
owowunabo #ngosuku_lomhlola.
1) Ukuhlinzela ezibini
ukuphatha umuntu ngesihluku.
2) Ukuhola umongula
ukusenga umuntu ngobuqili
3) Isizungu sibulala inkonyane.
Yisizungu esikhulu
Onkamisa in English:
Vowels
ongwaqa in english:
Consonants
Ukwakhiwa kwamagama onobudlelwano
Njengakwezinye izilimi zaseAfrika, ungasebenzisa iziqalo neziphetho ukuze wakhe amagama onobudlelwano nanomqondo ofanayo.
Bheka lezi zinhlamvu:
• “mal” yamagama aphikisanayo: dika / maldika, -khuluphele/ -zacile
• “-ul” yabantu: junulo, umuntu omncane
• “-in” isilili sesifazane: patrino, umama
• “-ig” ukwenza into yenzeke: beligas, yenza kube kuhle
• “-ebl” okungenzeka: trinkebla, -phuzekayo
• “-ej” indawo: lernejo, indawo lapho kufundelwa khona
mal- isiqalo (ngaphambi kwegama), okunye iziphetho (okutholakala ekugcineni kwamagama). Kunezibonelo eziningi esingazicabanga
Ngalamagama ungakha amagama anobudlelwano:
• nova – sha
• malnova – dala
• novulo – oqalayo
• novigi – vuselela
• novigebla – okungavuseleleka
• novulejo – indawo yabaqalyo
Lokhu kukusiza ukwakha amagama amaningi angebaleke, isibonelo bela, belulo, belulino,malbelulino, beligi, beligebla, beligejo…
Iziqu | iziphetho zamagama
Iziqu neziphetho zamagama
Indlela amabizo agcina ngayo: “o”
• Ubaba – la patro
• Imbali – la floro
• Isitaladi – la strato
• Inja – la hundo
Indlela izichasiso ezigcina ngayo: “a”
• -khulu – granda
• -hle – Bela
• -khuluphele – dika
• -ngokushesha – rapida
Indlela izikhanyiso ezigcina ngayo “e”
• -kalula – facile
• -kahle – bele
Indlela izenzo ezigcina ngayo (bonke abantu enkathini yamanje) “as”:
• Ngingu- – mi estas
• Siyaphuza – ni trinkas
• (Yena) u- – li estas
• Bafunda – ili lernas
• (Thina) si- – ni estas
Infinitive verbs (uku- ) ezigcina ngayo “-i”
• Ukuphuza – trinki
• Ukulala – dormi
Babizwa kanje onkamisa:
• u-‘a’ njengasegameni elithi ubaba
• u-‘e’ njengasegameni elithi umbhede
• u-‘i’ njengasegameni elithi umshini
• u-‘o’ njengasegameni elithi isiphambano
• u-‘u’ njengasegameni elithi phusha
Ongwaqa babizwa njengasesiZulwini (futhi njengaseseNgisini) bese behluka lapha:
• u-‘c’ ubizwa kanje ts, njengasegameni elithi utsotsi
• u-‘g’ ubizwa ugcizelelwe njengasegameni elithi geza
• u-‘j’ ubizwa njengasegameni elithi yebo
• u-‘r’ uyarrrolwa