Izithakazelo zakwa Mndaba
Sobahle
Makhunga
Ndunakazi
Phongwane
Mntwana wenkosi
Madanga
Hlamvana
Owadla umlaza ngameva ngenxa yentukuthelo
Snqiya ka Somamase
Gwayisa wasoYengweni
Birth of Bakgatla ba Kgafela le Bakgatla ba Mosetlha
In about 1650, after death of King Mogale, The Bakgatla tribe was divided between supporters of daughter Mosetlha from his great house and son Kgafela from his second house. There was disagreement over who would be the new leader.
Today we can trace the leadership structure of chieftaincy from Kgosi Nchaupe ‘Nchaupe college’ ‘s main wife was Mantshole ‘day care in former Bobuthatswana in Dikebu’. Kgosi and his wife were blessed with five sons. Mokopane ‘Mokopane district before it was occupied by Ndebeles’, Mathibe ‘Mathibestard around Moretele/Makapan district’, Mohapi, Motjile, Nkokole.
After the death of King Nchaupe his son Kgosi Mokopane led Bakgatla ba Mosetlha tribe in a South Africa Region known as Waterberg Belabela (Mokopane,Limpopo) to Thaba Bosigo where Bakgatla used to live near big hole known as Madimatle.
Kgosi Mokopane and his wife Makiba were blessed with five sons. Thipe, Tlou, Nchaupe, Motshegwa ‘Motshegwa district’, Diratsagae ‘High school in Dikebu’ After Kgosi Mokopane died he was buried at the top of the mountain in Mabotse. During the days of Bophuthatswana & Transval Mangope named most of town with royal names.
Mgoza Clan Names
Kunene
Mgoza kalanga wakwa Mashishiwane
Wakwa Nzimazana
Osithole esimdlundlukazi esakhabela nyovana,
Mkhonto oduma phezulu njenge zulu
Madolo
Masinga singa izinyosi zivela Mpumalanga
Simbonjwana
Tswinya tswinya Maranghu
Shlangu shlangu
Shlawula barena
- chibini
- khanyayo
- mbushu
- mlisamkhulu
- gcithi akathakathi
- vumba lengwe nelengonyama kandindizela kamawela,siziba sicwengile kabumba ntaba kuvele inkomo
- nontonga kazimema
- sjaka
- khandayo
- dlanyeka
- mpisi
- nokwe
- nduku
- sibetho
- mampangela
- mvinjwa
- magwala
- vumba lengonyama
- gwadzi elisilika bubuhle
- bumba ntaba kuvele inkomo
- skhamanga esihle esabuya ekweneni ezinye zingabuyi
- ndlebenhle zombini wena kasiziba esicwebile esingaphansi kwentaba ongazi angamane angene kusona kanti phakathi kunezingonyama
- nina bengwenyenhle eya phumaesizibeni yaya phansi komthunzi wesundu ilandelwa abafazi behamba bekhala bethi ngizeke nami
- mvinjwa kamfuku
- nina bakasduli esamila ekujuleni kwesiziba
- gujumashe
- nina bakamashwamadi mfengu.
Izithakazelo zakwa Mazubane
Matshana,Malambule,
Mshingane,Mthiya,
Onantandakubukwa njengesakabuli abanye bathi njengsnene,Obhalabhala kamancinza,
Abanye bebhala ngensela,Ogubuzela umuntu ngehemu,Mazubane,
Nyuswa onganyusi muntu ,
Dlokwe,Congobotela,
Khwani eliskwa lihlume,Mkhonto owaduma ekuseni,
Luju lwetinyosi.
Ngcobo..
By S. Mazubane!
Umlando wabantu bakwaXimba
Abantu bakwaXimba baphuma kuNyawo owayenamadodana amaningi okwathi uma esekhotheme kwaba nombango, lawomadodana agcina-ke esedube ikhaya.
Ngokwezigaba zabeNguni abantu bakwaXimba bona bangaBaMbo Nguni yize noma sebegcine kungathi sebengabeSuthu. Lokho kwenziwa wukuthi ngesikhathi sezimpi kunengxenye yabo eyafuduka yaze yayofika ebaSuthwini kwaze kwagcina sengathi sebengabeSuthu.
Lokho kwakungesiyo into engavamile. Ziningi izizwe noma abantu ababalekela izimpi abayaye bagcine sebekhosele ngaphansi kwezibongo noma kwezizwe ezithile.
Abantu bakwaXimba
Abantu bakwaXimba abalibhekisa eBaQulusini bafika lapho bazakhela ubuhlobo nabantu bakwaZwane, kwathi abanye bona badlula bahamba njalo baze bayozinza ngakoMtshezi, babuye basuka lapho balibhekisa ngasoKhahlamba nokuyilapho kwaba nokwahlukana khona, abanye baqhubeka baze bayozinza ngakoLesotho. Kulapho-ke eLesotho lapho abantu bakwaXimba okwabe kungoMlaba, bagcina khona sebengoMolaba bejobelela u-‘O’ emuva kuka ‘M’.
Abantu bakwaXimba abasala bangaya eLesotho bona basuka bayokwakha ngaseMsunduze endaweni eyaziwa ngokuthi kuseNtendeni, eduzane naseNadi. Lapho bakhelana nabantu bakwaZondi, uhlangothi lwendlu kaNsele kaGasa kaGagashe, lapho njenganamuhla kuphethe khona inkosi uSondelani kaQalabantu. Ngesikhathi belapho-ke, abantu bakwaXimba bachumisa ukuba ngabakwaMlaba base besebesebenzisa uXimba njengesithakazelo. Namaliba okhokho babo akhona laphaya eNtembeni lapho singabala khona elikaMlaba uMabhoyi kanye nabanye.
Olunye ufuduko lwabantu bakwaXimba yilolo lapho bahamba khona bayokwakha eMkhambathini, endaweni namuhla eseyaziwa ngokuthi kukwaXimba, benabela-ke nakoKito nakwezinye izindawo. KwaXimba-ke yilapho kunendlu yobukhosi nokuyindlunkulu yabo abantu bakwaXimba.
Indlu yasEmhlabathini eNhlungwane
Indlu yasEmhlabathini eNhlungwane iphuma kuMqundane kaMabhoyi wakhona kwaMlaba nakwaXimba.
BakaMayezane,
Owasidabula uMayezane wayenamakhosikazi alitshumi nambili, okwamanje sesithole amagama abantwana bakhe abathathu
UMangwanyana
UNkondo
UNjini.
UMangwanyana yena wadabula abanye okwamanje abaziwa ngokuthi ngoMahlathini. Abanye baziwa ngokuthi ngoMalaba.
UNkondo yena wadabula UTshobuta nabanye.
AbakaNjini nabo ngithemba basazovela. Nabaye futhi, ngobe ezindlini ezilitshumi nambili waphuma isizwe esikhulu kakhulu.
Zithini izithakazelo zakwa Magwanyana?
Mbhele
Mthiyane
Hlangotsi loluhlata lonjengencoshane’
Mahle emabhele ngekulandzelana
Ngob’ afut’ ekhabonina
Mkhulisi