Jwaha
Ndawonde,
Mayarha,
Theleza,
Mazawuzawu,
Mbhele
Bhele laselenge,
ibhele elehla ngesilulu entabeni zase lenge,
Bhele elabhema inca sithi yinca nje siyahloniphisa, mathanda kubongwa
Jwaha
Ndawonde,
Mayarha,
Theleza,
Mazawuzawu,
Mbhele
Bhele laselenge,
ibhele elehla ngesilulu entabeni zase lenge,
Bhele elabhema inca sithi yinca nje siyahloniphisa, mathanda kubongwa
Sgwaza,
Nkomedl’abantu,
Sgwac’esagwac’ethafeni,
Mlomula,
Nkunzi kamahlul’ibhasi imoto ibiyini
Izithakazelo zakwa Caluza | Caluza Clan Praises
Caluza,
Mncwabe,
Jingizana!
Gxabashe,
Nosoka,
Mnguni!
Mbozisa, Zabane,
Ndlela,
Nina eningawudi umbilini ngoba udliwa abahlangakazi!
Nina enawela uThukela neMpofana!
Madondo,
Mnquhe!!!
izithakazelo zakwa Bukhosini
Bukhosini clan – zithini izithakazelo zakwa Bukhosini? Onolwazi akazuthumele: [email protected]
Nsimbi Clan Praises
Nsimbi !
Mnnamatha
Mbini
Mahlobo !
Zulu kaNtombela
Cubhe
Mpangazitha
Shak’alashayeki kaSenzangakhona
Magazi
Vela banyakame omagwazinja ngozipho malandela
Ndabezitha!
Izithakazelo zakwa Mwandla zithini?
Uma onolwazi, xhumana nathi: [email protected]
Izithakazelo zakwa Phenyane
Umlando wakwa Phenyane
Uma kukhona onolwazi ngezithakazelo noma ngomlando wakwaPhenyane, sicela uxhumane nathi: [email protected]
Umlando Wakwa Thango
Uma onolwazi ngomkando wakwa Thango, sicela uxhumane nathi: [email protected]
Mbutho Clan Praises
Thokozib
Dlabazane
Zinya!
Mzingane
Thekela ngonyezi abanye bethekela ngokukhanyya
Jijiza
MASOVU!
VUKANI
Zamani!
Izibongo zakwa Malevu
Malevu!
Ziqunde,
Khukhu lom’hanganiso,
Magebhezana !
Mbiji,
Wena waso Ntshungwini,
Mvimbela!!!
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén