Tag: isizulu

Izisho———-nezincazelo

1.ukupheka inyama ngomhluzi wenye—-ukuhlaba njalo

2.ukuncelisa umbele ofile—–ukukhohlisa

3.ukulala ngophondo——–ukuba sesimeni sokungakwazi ukuzisiza

4.ukuthwala——-ukuzazisa

5.ukuzizala——ukuzala ingane efana nawe.

6.ukulandela amabheka(izinkomo zamalobolo)——–ukufuza ekhabonina.

Ukwakhiwa kwamagama onobudlelwano

Ukwakhiwa kwamagama onobudlelwano

Njengakwezinye izilimi zaseAfrika, ungasebenzisa iziqalo neziphetho ukuze wakhe amagama onobudlelwano nanomqondo ofanayo. 

Bheka lezi zinhlamvu:

• “mal” yamagama aphikisanayo:  dika / maldika, -khuluphele/ -zacile

• “-ul” yabantu: junulo, umuntu omncane

• “-in” isilili sesifazane: patrino, umama

• “-ig” ukwenza into yenzeke: beligas, yenza kube kuhle

• “-ebl” okungenzeka: trinkebla, -phuzekayo

• “-ej” indawo:  lernejo, indawo lapho kufundelwa khona

mal- isiqalo (ngaphambi kwegama), okunye iziphetho (okutholakala ekugcineni kwamagama).  Kunezibonelo eziningi esingazicabanga

Ngalamagama ungakha amagama anobudlelwano:

• nova  – sha

• malnova  – dala

• novulo – oqalayo

• novigi – vuselela

• novigebla  –  okungavuseleleka

• novulejo – indawo yabaqalyo

Lokhu kukusiza ukwakha amagama amaningi angebaleke, isibonelo bela, belulo, belulino,malbelulino, beligi, beligebla, beligejo…

Isenzo nesibanjalo

Ukulwangisa | Yini ukulwangisa

Ukulwangisa example.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: