Tag: origin

Khuzwayo origin | imvelaphi yakwaKhuzwayo

uKhuzwayo Kwakuyingane yenkosi yakaQwabe yayizoba inkosi makukhoma uyise ngenxa yokuthi umndeni kaQwabe wawumkhulu kwaba nombango wobukhosi okwagcina buthathwe bayendlin ekwakungafanelekile u khuzwayo bamphuca ngoba bethi uluhlaza.

Bajika bathatha inganeyakhe bayikhethisa inkosi mabebuza abanye bomndeni bathi bona abasadlelani ñendlu khuzwayo wasethi u khuzwayo is omelette nisethe isbongoke mina nendluyami bathi uSmamane ngoba inganeyakhe imamathekele inkosi wasnqaba,bathi uMbhongela ngoba ubhongela inkosi imetha isbongo wathengamane edlinyama eyayihlatshiwe aGoduke,waDlawemuka kaQwabe.

Izindlu zikaKhuzwayo zaseziningi kangangokuthi ezinye zasezisukile Ingoe lasasibekwekhona singoQwabe sazesathola esithi Gumede ngoba ungovernable lunemigelekede emaguma uGumede uqhamuka kanjalo,so abanye bendlu kaKhuzwayo abazikwasala kwabanesbongo esasthola Ongoye ngoba isibongo sakithi sasvele ngesici oKhuzwayo ebasebesukile Ongoye ababebesayizwa eyokuthi thina singoKhuzwayo bakubo bathi ababona bona I dlamuka uMnguni insila yomuntu omvelaphi yakhe ikwaZulu.

uMzimela isici lapho omunye womndeni wazimelela ngenduku yethusi ekhaya

Hlatshwayo origin

Hlatshwayo surname origion

IMVELAPHI YEGAMA ELITHI HLATSHWAYO.

-uHlatshwayo wayengo wakwa Nkosi ebukhosini baseSwazini. Kwenzeka ukuthi omunye wabantwana basendlunkulu walala nodadewabo owayezalwa naye kunina.
Wayesethi ke yena umndeni wakubo umhlabile ngoba umfowabo ulale nodadewabo ngakho usezibiza ngokuthi unguHlatshwayo. Isizwe saqanjwa nguye uHlatshwayo njengoba esephuma emndenini wakhe kwaNkosi ngoba ehlatshiwe eqa imingcele yaseSwazini afike akanise phezu koPhongolo kanye nabafowabo. Kuyilapho esezozala uNgwanya.

(Another version)

UHlatshwayo uyena owenza isenzo esamenza wadatshulwa, waxoshwa negama lakhe lakhishwa olibeni (lineage) lomndenini wakwaNkosi. Wabaleka wabe eshintsha igama lakhe waba uHlatshwayo.

(Another version)
UHlatshwayo noNgwane bazalwa inkosi uLanga. UHlatshwayo owayeyizibulo wayengeke abe yinkosi ngokomthetho wamaSwazi ngakho wasuswa eduze kwenkosana wabekwa eLucolweni abanye bathi eNgongweni. Lokhu kwenzelwa ukuthi angabangisi uNgwane.

Igama likababa kaHlatshwayo alitholakali ngokugcwele, abanye ba uDlamini (don’t knw which one as there are 3), abanye bathi uLanga kaNkosi II.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: